album cover
Phola
1,398
Traditional Gospel
Phola was released on August 1, 2025 by Tox Music as a part of the album Lizodlala Ifilimu
album cover
Release DateAugust 1, 2025
LabelTox Music
Melodicness
Acousticness
Valence
Danceability
Energy
BPM86

Music Video

Music Video

Credits

PERFORMING ARTISTS
Shongwe & Khuphuka Saved Group
Shongwe & Khuphuka Saved Group
Lead Vocals
COMPOSITION & LYRICS
Rev Elias Shongwe
Rev Elias Shongwe
Songwriter
PRODUCTION & ENGINEERING
Rev Elias Shongwe
Rev Elias Shongwe
Producer

Lyrics

Maye kukhona, khona abanye bantu
Bona mabalimele bayaphuza kuphola
Kant'impilo yona ithatha isikhathi eside
Futhi ngiyakutjela sisaqhubeka
Kukhona abanye bantu
Uma balimele bathatha isikhathi eside kuphola
Kant'impilo iyaqhubeka
Nezimpi zinengi endleleni
Phola phela
Phola phela
Awukwazi ukuhlala ulimele
Nalabanye bayaqhubeka
Banamanxeba nabo njengawe
Phola phela
Phola phela
Awukwazi ukuhlala ulimele
Nalabanye bayaqhubeka
Banamanxeba nabo njengawe
Ngicela into yinye phola, phola
Yendlulisa konke okukwehlele empilweni
Awukwazi ukuhlala ulimele
Nalabanye bayaqhubeka, akucali ngawe kuphola
Banamanxeba nabo njengawe
Naba abanye bayaqhubeka banye
Nalabanye bayaqhubeka
Banamanxeba nabo njengawe
Bayaqhubeka nabo kodwa balimele
Nalabanye bayaqhubeka
Banamanxeba nabo njengawe
Bayaqhubeka noma behletjiwe
Nalabanye bayaqhubeka, bayaqhubeka maye
Banamanxeba nabo njengawe
Bayaqhubeka noma bashayiwe empilweni
Impilo iyaqhubeka bayaqhubeka
Banamanxeba nabo njengawe
Yewena phola, phola phela wena
Phola, awukwazi ukuhlala ulimele
Akucali ngawe kulimala
Nalabanye bayaqhubeka, balimele empilweni
Banamanxeba nabo njengawe
Ngicela into yinye sheshisa uphole, phola phela
Awukwazi ukuhlala ulimele
Uzozilwa kanjani izimpi zakho
Ngoba unamanxeba, uzonqoba kanjani izimpi
Banamanxeba nabo njengawe
Nalabanye bayaqhubeka
Nalabanye bayaqhubeka, bayaqhubeka
Banamanxeba nabo njengawe
Bayaqhubeka noma bashayiwe
nalabanye bayaqhubeka noma belimele emoyeni
banamanxeba nabo njengawe
Yewena akucali ngawe kulimala
Nalabanye bayaqhubeka, siyabona bayahlabelela
Banamanxeba nabo njengawe
Shesha, phola phela maye
Phola phela, awukwazi ukuhlala ulimele
Nalabanye bayaqhubeka, bayaqhubeka
Banamanxeba nabo njengawe
Written by: Rev Elias Shongwe
instagramSharePathic_arrow_out􀆄 copy􀐅􀋲

Loading...