album cover
Iwundlu
25
Traditional Gospel
Iwundlu was released on August 1, 2025 by Tox Music as a part of the album Lizodlala Ifilimu
album cover
Release DateAugust 1, 2025
LabelTox Music
Melodicness
Acousticness
Valence
Danceability
Energy
BPM86

Credits

PERFORMING ARTISTS
Shongwe & Khuphuka Saved Group
Shongwe & Khuphuka Saved Group
Lead Vocals
COMPOSITION & LYRICS
Rev Elias Shongwe
Rev Elias Shongwe
Songwriter
PRODUCTION & ENGINEERING
Rev Elias Shongwe
Rev Elias Shongwe
Producer

Lyrics

Kwafik'iwundlu lika Somandla lona lize kuzobhajatiswa
Kwafik'ingwenyama yezulu yon'izoku bhajatiswa
Wathi bhekani iwundlu lika Somandla
Elisusa izono zezwe
Kusho Johane, bhekani iwundlu lika Somandla
Elisusa izono zezwe
Bhekani mine ngiyalibona (Bhekani iwundlu lika Somandla)
Bhekani iwundlu lika Somandla, elisusa, eyi (Elisusa izono zezwe)
Bhekani nal'iwundlu lika Somandla
Bhekani (Bhekani iwundlu lika Somandla)
Bhekani nal'iwundlu, elisusa (Elisusa izono zezwe)
Bhekani nal'iwundlu liza kimi aww (Bhekani iwundlu lika Somandla)
Lika Somandla (Elisusa izono zezwe)
Nal'iwundlu ngiyalibona (Bhekani iwundlu lika Somandla)
Bhekani nine lika Somandla, elisusa (Elisusa izono zezwe)
Nal'iwundlu laJehova (Bhekani iwundlu lika Somandla)
Nal'iwundlu ngiyalibona, elisusa (Elisusa izono zezwe)
Tju!
Mubhekeni usus'izono zelizwe (Bhekani iwundlu lika Somandla)
Bhekani, mbhekeni, elisusa (Elisusa izono zezwe)
Bhekani nal'iwundlu lika Somandla (Bhekani iwundlu lika Somandla)
Kwavulek'izulu kwehl'umoya (Elisusa)
Elisusa (Izono zezwe)
Mubhekeni nangu lomuntu (Bhekani iwundlu lika Somandla)
Abesolo simlindele umnyaka wonke (Elisusa izono zezwe)
Uzonibhabhatisa aww yena nango mlilo
Uzonibhabhatisa yena (Uzonibhabhatisa)
Unibhabhatisa ngawo (Yena ngomlilo)
Unamandla, lomuntu unamandla (Uzonibhabhatisa)
Uzonibhabhatisa Jesu (Yena ngomlilo)
Anamehlo akhe agcwele inkazimulo uyesabeka (Uzonibhabhatisa)
Uzonibhabhatisa ngiyamazi (Yena ngomlilo)
Ngani amehlo akhe avutha amalangabi (Uzonibhabhatisa)
Anibhabhatise yena (Yena ngomlilo)
Niyambona nguy'ofakazela e (Uzonibhabhatisa)
Nababaprofethi bakhulume ngaye (Yena ngomlilo)
Maye bhekani, bhekani iwundlu lika Somandla (Bhekani iwundlu lika Somandla)
Bhekani, bhekani iwundlu lika Somandla (Elisusa izono zezwe)
Bhekani, bhekani iwundlu lika Somandla (Bhekani iwundlu lika Somandla)
Elika Somandla, elisusa (Elisusa izono zezwe)
Zizophumula izilwane, zizophumula, bhekani nine (Bhekani iwundlu lika Somandla)
Bhekani nine (Elisusa izono zezwe)
Iyawunibhabhatisa nonke ngomlilo (Uzonibhabhatisa)
Unamandla (Yena ngomlilo)
Hhayi uyawubhabhatisa nonke ngomlilo (Uzonibhabhatisa)
Yey yey yey (Yena ngomlilo)
Unamandla uhlal'ezulwini (Uzonibhabhatisa)
Yey yey yey (Yena ngomlilo)
Written by: Rev Elias Shongwe
instagramSharePathic_arrow_out􀆄 copy􀐅􀋲

Loading...