album cover
Password
84
Afro-Pop
Password was released on November 14, 2025 by Nomndayi music as a part of the album Imiyalelo
album cover
Release DateNovember 14, 2025
LabelNomndayi music
Melodicness
Acousticness
Valence
Danceability
Energy
BPM56

Credits

PERFORMING ARTISTS
Nomndayi
Nomndayi
Harmony Vocals
COMPOSITION & LYRICS
Siyanda Nomndayi Msomi
Siyanda Nomndayi Msomi
Songwriter
PRODUCTION & ENGINEERING
NavyKidKid
NavyKidKid
Producer

Lyrics

Ngelinye ilanga ngacela iPassword yefoni yakhe wanqaba
Ngamcela angivulele ifoni yakhe ngokwakhe wakhetha ukuyishaya phansi

Ngazibuza ukuthi yini le engaka efihlwa lana
Bengithi siyathandana waze wavukwa ulaka ngaleya mini
Ngazibuza ukuthi yini le engaka esifihlwa lana
Bengithi siyathandana waze wavukwa ulaka ngaleya mini ngazibuza
Lo girl wangibuza lembuzo engididayo
Engishiya nembuzo mhlasimpe uyangi user lona
Sasingenankinga thina ngenkathi kusayisiqalo
Yazi usakujika okuningi usalivala lolohlangothi
Lapho ngangim'feela
Mangimdinga yena wayefuka
Sizo lokuqala ngisho kuthiwa kukhona engiswele ngakho yena wayesiza
Kanti usefihle lenduku emqubeni
Amafoni akasafuni siwavule
Manje sekungathi ngiyamsukela mase ngicela umakhal ekhukhwini wakhe
Ngelinye ilanga ngacela iPassword yefoni yakhe wanqaba
Ngamcela angivulele ifoni yakhe ngokwakhe wakhetha ukuyishaya phansi
Ngelinye ilanga ngacela iPassword yefoni yakhe wanqaba
Ngamcela angivulele ifoni yakhe ngokwakhe wakhetha ukuyishaya phansi
Ngazibuza ukuthi yini le engaka efihlwa lana
Bengithi siyathandana waze wavukwa ulaka ngaleya mini
Ngazibuza ukuthi yini le engaka esifihlwa lana
Bengithi siyathandana waze wavukwa ulaka ngaleya mini ngazibuza
Ngakhetha ukumkhuza
Kanti ngisamkhuze entweni encane kungekudala usazoza nokukhulu
Wangibiza ngegama lika lokhuza
Yazi lomntwana
Ngathi ngimfonela ocingweni wangibiza ngegama lenye insizwa
Wathi uzungixolele sthandwa sami lana ngathi ngenze iphutha
Bengikhuluma nobhuti weUber
Lomntwana ungenz isthutha
Yini mubona mina ubona ubonani
Yini sengiyisdom ngaleyo indlela
K'shuthi wayenqaba nalento ngalelalanga enqaba nefoni
Lana imina isdom
Ngithule ngyabuka nje phambi kwami wenza ngamabom
Ngelinye ilanga ngacela iPassword yefoni yakhe wanqaba
Ngamcela angivulele ifoni yakhe ngokwakhe wakhetha ukuyishaya phansi
Ngelinye ilanga ngacela iPassword yefoni yakhe wanqaba
Ngamcela angivulele ifoni yakhe ngokwakhe wakhetha ukuyishaya phansi
Ngazibuza ukuthi yini le engaka efihlwa lana
Bengithi siyathandana waze wavukwa ulaka ngaleya mini
Ngazibuza ukuthi yini le engaka esifihlwa lana
Bengithi siyathandana waze wavukwa ulaka ngaleya mini
Written by: Siyanda Nomndayi Msomi
instagramSharePathic_arrow_out􀆄 copy􀐅􀋲

Loading...