album cover
Mzala
album cover
00:00
02:35
00:00
03:01
Past 7 Days
Mzala was discovered most frequently in the first few seconds of the song during the past week

Lyrics

Mzala mntaka Auntie
Mzala kulonyaka ayincengani ngempela wena,
Angeke ngincenge impilo ngapha ngibe ngincengana nawe,
Ukuthi awunendaba nami
Anginendaba mina anginendaba nawe,
Ilwa ngamathe eyosongo
Angeke uyinqande inqwele ikhwela intaba,
Isizingelwa i-German Sheppard niyoncengwa izagola zakini eniyiphakelayo azazi kwamkhondo,
Bhala mntaka Auntie uthi
Mzala kulonyaka ayincengani ngempela
Uyoncengwa unyoko uyezwa?,
We Mzala mina angeke ngikuncenge (ngeke)
Qiniso ngizonitshela linjalo,
Angithi senikhohlwe ukuzibuka ngamehlo kumanje nizibuka ngabantu,
Abanye batete umona ngembeleko
Ba babysitter ubutha,
Abanye ba busy nezimpilo zabanye lokhu eme ndawonye amagxathu,
Ngeke ngikuncenge mina
Uyoncengwa yi cherry eyaqoma ubaba wakho la mfana, eshe!
Ngeke ngikuncenge mina eyy
Uyoncengwa yi cherry eyaqoma ubaba wakho la mfana,
Thilili
Kukhala ifoni yami yami haaa,
Kufona umzala wami olilabatheka kabi
Owayehlekisa ngami ethi kangilutho mina,
Kufona umzala wami olilabatheka
Owayehlekisa ngami ethi kangilutho mina,
Ey ubona ukuthi ngizomncenga mina ngeke
(Uyoncengwa yi cherry eyaqoma ubaba wakho la mfana),
Ey ubona ukuthi ngizomncenga mina ngeke
(Uyoncengwa yi cherry eyaqoma ubaba wakho la mfana),
Yey we Mzala mntaka auntie,
Mzala kulonyaka ayincengani ngempela Uyoncengwa unyoko uyezwa?,
Nalento yokuthi maniphakathi kwabantu nina niyibona nincono,
Nikusaba kabi ukushumayela ivangeli lomuntu ongathi wenza kancono,
Niyaphapha niyibona niphezulu lapho anikaveli naku Durag yejongo,
Niyogaxele kwegaxe umkhonyovu aahhaaa!
Umgibe ugaxa insizwa zonke,
Mntaka Malume
Nginodlebe angeke ngizwe ngawe mina,
Elami lelitafula engidekelwe lona angeke lihlale Noma ubani,
Umuke wathamba omadlelakuthayela bafuna ukudlela kuwe iphaphu,
Niyoncengwa zintombi zoyihlo
Thina anginalanga lonke,
Ubona ukuthi ngizomncenga mina ngeke,
(Uyoncengwa yi cherry eyaqoma ubaba wakho la mfana),
Ey Ubona ukuthi ngizomncenga mina ngeke
(Uyoncengwa yi cherry eyaqoma ubaba wakho la mfana),
Ngeke ngikuncenge mina hey
Uyoncengwa yi Cherry eyaqoma ubaba wakho la mfana, eshe!
Ngeke ngikuncenge mina hey
Uyoncengwa yi Cherry eyaqoma ubaba wakho la mfana.
Written by: Lethukuthula Madondo, Malusi Menzi Dlodlo
instagramSharePathic_arrow_out􀆄 copy􀐅􀋲

Loading...