album cover
Noma Unga Hamba
6
Pop
Noma Unga Hamba was released on February 17, 2026 by TumiZA as a part of the album Noma Unga Hamba - Single
album cover
Release DateFebruary 17, 2026
LabelTumiZA
Melodicness
Acousticness
Valence
Danceability
Energy
BPM113

Music Video

Music Video

Credits

PERFORMING ARTISTS
TumiZA
TumiZA
Performer
Bennet Klaas
Bennet Klaas
Vocals
COMPOSITION & LYRICS
Bennet Klaas
Bennet Klaas
Composer
PRODUCTION & ENGINEERING
Bennet Klaas
Bennet Klaas
Recording Engineer

Lyrics

[Intro]
Noma Unga hamba
Uzo buya ungi thole ngilinde wena
(Ngi linde wena)
[Verse 1]
Wangishiya phakathi kwendawo
Usehambile nenye inhliziyo
Kodwake mina ngisalapha
Ngisabamba igama lakho
Abang'tshela bathi phakamisa
Bathi vele kudlula konke
Ngizama ukuvala lezi zinyembezi
Kodwa wena usahlezi kimi
[Pre-chorus]
Angikwazi ukuthanda omunye
Noma ngizama ngivale umnyango
Igama lakho liqwele ikhanda
Izithombe zakho zihlala la
[Chorus]
Noma unga hamba uzobuya
Ungithole ngilinde wena
Ngilinde wena (oh yeah)
Ngoba mina ngithanda wenaaa
Ngithanda wena
Ngithanda wena
Wena wedwa empilweni yami
Akekho omunye
Awukho omunye
Ngoba mina ngithanda wenaaa
Ngiyithanda wena
Ngiyi thanda wena
[Verse 2]
Uhambe naye ecaleni komgwaqo
Mina ngibuka ngiqhelelene
Ngizibuza ukuthi uyakhumbula
Izinhlungu engizifihlayo
Abangani bami bathi move on
Bathi isikhathi siphelisa konke
Kodwa isikhathi sihamba kancane
Uma inhliziyo ibambe wena
Written by: Bennet Klaas
instagramSharePathic_arrow_out􀆄 copy􀐅􀋲

Loading...