Lyrics

Nkosi yami ngiletha konke kuwe Ngizilahla phambi kwakho Ngomusa wakho ngizokusinqoba isitha Ngoba wena ungikhosele Ngihambile kakhulu emhlabeni lo Ngezinyawo nangenqondo yami Ngiyakwazi okuhle kanye nokubi Nxa nginawe konke kulungile Uma ngisuka kuwona loMhlaba umdala Ngizohamba nginokujabula Ngob' uJesu uzongingenisa ngale Endaweni lapho ngophula Uma ngisuka kuwona loMhlaba omdala Ngizohamba nginokujabula Ngob' ujesu uzongingenisa ngale Endaweni lapho ngophumula Nkosi hlanzisiza inhliziyo yami Ungihole nasebumnyameni Ngoba wena uyisiphephelo sami Nxa nginawe angesabi lutho Ngihambile kakhulu emhlabeni lo Ngezinyawo nangenqondo yami Ngiyakwazi okuhle kanye nokubi Nxa nginawe konke kulungile (Mhla ngishiya kuwo lomhlaba) uma ngisuka kuwona lomhlaba omdala (NgiyakuBaba) ngizohamba (ekhaya) nginokujabula (Ngizohamba ngihuba) ngob' uJesu (hallelujah) uzongingenisa ngale Endaweni lapho ngophumula (Uma ngisuka) umangisuka kuwona lomhlaba omdala (Angesabi lutho) ngizohamba (ngoba nginethemba) nginokujabula (Ithemba lokuyekhaya) ngobu uJesu (ekhaya kuBaba) Uzongingenisa (angesabi, angesabi) Endaweni lapho ngophumula Uma ngisuka kuwona loMhlaba omdala Ngizohamba nginokujabula Ngob' uJes' uzongingenisa ngale Endaweni lapho ngophumula (Uma ngisuka) umangisuka kuwona loMhlaba omdala (Ngizohamba) ngizohamba nginokujabula Ngob' uJesu uzongingenisa ngale
Writer(s): Mthunzi Namba Lyrics powered by www.musixmatch.com
instagramSharePathic_arrow_out