album cover
Nawe
album cover
Nawe was released on May 15, 2026 by Ziiki Media as a part of the album Iscoco Sam
May 15, 2026
LabelZiiki Media
BPM100
Melodicness
Acousticness
Valence
Danceability
Energy

Lyrics

Uthando lwakho
Lungishaya ngaphakathi lavo
You know
Uthando lwakho
Lungishaya ngaphakathi lavo
You know
Nhliziyo yami njalo iyankenketha uma ngibona wena
Dali, ngabe ungenze ntoni tu?
Tyhini bethunana
Indlela ong'phethe ngayo ijabulisa imizwa yami
Undenza ntoni tu?
(Sengathi ngingaba nawe njalo)
(Uzunga)
(Suk' eduze)
(Nami)
(Oh)
(Ngathi ngingaba nawe njalo)
(Uzunga)
(Suk' eduze)
(Nami)
(Oh)
Oh, dali, ung'phathis' okweqanda
Ang'ngabazi ngik'thanda okwamampela
Noma kungaba yinini dali nguwe
Ngigcwele ngiyaphuphuma ngawe s'thandwa sami, ooh
Uthando olungaka, for me
Hhay' angikholwa ukuthi ungowami
I'm hoping and ang'fun' k'share
For umuntu ofana nawe sengimtholile
(Sengathi ngingaba nawe njalo)
(Uzunga)
(Suk' eduze)
(Nami)
(Oh)
Sengathi ngingaba nawe njalo)
(Uzunga)
(Suk' eduze)
(Kwami)
(Oh)
(Sengathi ngingaba nawe njalo)
(Uzunga)
(Suk' eduze)
(Nami)
(Oh)
(Ngathi ngingaba nawe njalo)
(Uzunga)
(Suk' eduze)
(Nami)
(Oh)
Uthando lwakho
Lungishaya ngaphakathi lavo
You know (ukuthi uyangithanda)
Uthando lwakho
Lungishaya ngaphakathi lavo
You know
Nami ukuthi ngiyak'thanda
Ngifuna wena qha
Angifun' omunye
Ungishaya ngaphakathi
Ungishaya ngaphakathi, ooh
(Sengathi ngingaba nawe njalo)
(Uzunga)
(Suk' eduze)
(Kwami)
(Oh)
Sengathi ngingaba nawe njalo
(Uzunga)
(Suk' eduze)
(Kwami)
(Oh)
Sengathi ngingaba nawe njalo
(Uzunga)
(Suk' eduze)
(Kwami)
(Oh)
(Ngathi ngingaba nawe njalo)
(Uzunga)
(Suk' eduze)
(Nami)
(Oh)
Written by: Sibahle Fortunate Cele
instagramSharePathic_arrow_out􀆄 copy􀐅􀋲

Loading...