album cover
Polo
album cover
00:00
00:05
00:30
00:50
00:55
01:10
01:15
01:25
02:00
02:05
02:30
02:45
02:55
03:15
03:20
03:30
03:40
03:55
04:00
00:00
04:06
Past 7 Days
Polo was discovered most frequently at around 1 minutes and 10 seconds into the song during the past week

Music Video

Music Video

Lyrics

Oh angi’understand
emhlabeni kunjani
mina bengihappy
nginomunt’wami
Oh angi’understand
emhlabeni kunjani
bengihappy, ngijabule mina
Buka manje ung’shiyile uMy lavo
Ungshiyile umunt’wam
Ungshiyile uMy lavo oh oh oh
Buka manje ung’shiyile uMy lavo
Ungshiyile umunt’wam
Ungshiyile uMy lavo oh oh oh
Nasesb’suku ubungay’bambi phone
ksas’ ekseni ungtshele izitory
Bengith’ ubusy neskolo
Kanti ubusy nePolo
Nasesb’suku ubungay’bambi phone
ksas’ ekseni ungtshele izitory
Bengith’ ubusy neskolo
Kanti ubusy nePolo
Ngempela bafana nizwa kanjan?
Angithi nganitshela kwiBamthathile
Ngang’ngagcini lapho ngaphinde nganitshela kwiMablesser
Hhayi lalelan ke bafana nginfake iskolo
Umuntu wesfazane ngeke umu understand-e
Mele umnike uthando bese ubuyele nganeno
Ungamenzela konke okukhona ngaphansi kwelanga
Kodwa mayesekhathele ntwana yami uzok’shiya
Bese ungene kwiDepression ufuna ukuz’bulala
Manje sek’hlushwa thina kthiwa sok’siza
Buka manje ung’shiyile uMy lavo
Ungshiyile umunt’wam
Ungshiyile uMy lavo oh oh oh
Buka manje ung’shiyile uMy lavo
Ungshiyile umunt’wam
Ungshiyile uMy lavo oh oh oh
Ubengasang’thandi udali
bengibona ngezenzo zakhe
Ubengasang’thandi udali
Bengithi mina naye, sizoya kude
Buka manje ung’shiyile uMy lavo
Ungshiyile umunt’wam
Ungshiyile uMy lavo oh oh oh
Buka manje ung’shiyile uMy lavo
Ungshiyile umunt’wam
Ungshiyile uMy lavo oh oh oh
Written by: KingLee Beats, Luthando Gwala

Loading...