album cover
Umgababa
94
World
Umgababa was released on October 4, 2004 by Gallo Record Company as a part of the album Uyisipoki
album cover
Release DateOctober 4, 2004
LabelGallo Record Company
Melodicness
Acousticness
Valence
Danceability
Energy
BPM131

Music Video

Music Video

Credits

PERFORMING ARTISTS
Phuzekhemisi
Phuzekhemisi
Performer
COMPOSITION & LYRICS
Zibokwakhe Johnston Mnyandu
Zibokwakhe Johnston Mnyandu
Songwriter

Lyrics

Emgababa emgababa mama
Emgababa emgababa mama
Emgababa mama
Kumnandi emgababa
Ngisafisa ukuyo groova khona
Ngish' emgababa
Emgababa emgababa mama
Emgababa emgababa mama
Emgababa mama
Kumnandi emgababa
Ngisafisa ukuyo groova khona
Ngish' emgababa
(Emgababa emgaba kumnandi emgababa ngisafisa ukuyo groova khona, ngish' emgababa)
Emgababa emgaba kumnandi emgababa ngisafisa ukuyo groova khona
Ngish' emgababa
(Emgababa emgaba kumnandi emgababa ngisafisa ukuyo groova khona, ngish' emgababa)
Emgababa emgababa mama
Emgababa emgababa mama
Emgababa mama
Kumnandi emgababa
Ngisafisa ukuyo groova khona
Ngish' emgababa
(Emgababa kumnandi emgababa)
(Ngisafisa ukuyo groova khona, gisafisa ukuyo groova khona ngish' emgababa)
Ngisafisa ukuyo groova khona
(Gish' emgababa)
Emgababa mama
Kumnandi emgababa
Ngisafisa ukuyo groova khona
Ngish' emgababa
Wo-Wo-Wo-Wo
Ngike ngahmba madoda nganqamula ngaya ngayoshona le phezulu
Ngafika ngabona uBongani umfoka Nkwanyana ngathi hhaybo
As'ke sibenk' ithemba umfoka Mkhwane ukuthi akastshele asluleke phela
Ngomculo wakithi, uzwe phambili kufuneka senzenjani?
Aw mfoka Mnyandu nami ngike ngayizwa lendaba
Njenge ndoda eyigagu njengale yakwa Mkhwane
Ngoba nansi isiskhona phambi kwethu ayike isilike, asizwe kiyona
Yabhona Khemisi ngijabula ngendlela eyismanga umudlala izinto zakithi
Zasekhaya lolu ilona hlobo lomculo oluzokwenza abantwana ngisho ezikoleni
Bawazi amasiko wabo bayazi imvelaphi yabo
Uma usuka uphumela ngaphesheya kweziLwandle
Bafuna ufike khona ushaye into yakini
Bakubone ukuthi uwubani
Umculo wakho kukuthi kubelula ukuthi wenzenjalo ufundis intsha yakithi
Uthint' ndabenkuluke mawukhuluma ngo mgababa
Okay bakhona guess nawe
Umasbhukuda sigudl' iLwandle lapha koMkhomazi
Suka madoda
Siyajabula ukuybona beythuthukisa lendawo ngoba yila sojabula khona
Komgababa ka baba ithathe Khemesi
Aw ngiyabonga mfoka Mkhwane ngithi phambili ngomgababa, haw!
Ehhe phela umgabab yilapho sas'groova khona sisazo groover khona futhi
Emgababa emgababa
Emgababa emgababa
Emgababa
Kumnandi emgababa
Ngisafisa ukuyo groova khona
Ngish' emgababa
(Emgababa kumnandi emgababa)
(Ngisafisa ukuyo groova khona emgababa)
Kumnandi emgababa (Ngish' emgababa)
Ngisafisa ukuyo groova khona
Gish' emgababa
(Emgababa kumnandi emgababa)
(Ngisafisa ukuyo groova khona) emgababa kumnandi emgababa
Ngisafisa ukuyo groova khona ngish' emgababa
(Emgababa kumnandi emgababa)
(Ngisafisa ukuyo groova khona emgababa)
(Gish' emgababa)
Ayke siyakhona manje eMgababa
Hhay seyabuya intuthuko eMgababa
Eh kuyabhukudwa ko Nywezi kuyosiwa
Kumnandi kunjeya awgege awgege
Emgababa
Kumnandi emgababa
(Ngisafisa ukuyo groova khona) eMgababa ngisafisa ukuyo groova khona
Ngish' emgababa
Emgababa emgababa(Emgababa kumnandi emgababa)
(Ngisafisa ukuyo groova khona emgababa)
Gish' emgababa
Emgababa emgababa
Emgababa
Kumnandi emgababa
Ngisafisa ukuyo groova khona
Ngish' emgababa
(Emgababa kumnandi emgababa)
(Ngisafisa ukuyo groova khona)
(Ngish' emgababa)
Written by: Zibokwakhe Johnston Mnyandu
instagramSharePathic_arrow_out􀆄 copy􀐅􀋲

Loading...