album cover
Imoto
album cover
00:00
00:05
00:20
00:30
00:45
01:05
01:10
01:25
01:40
01:50
02:00
02:10
02:25
02:40
02:45
03:05
03:20
03:30
03:45
03:50
04:20
00:00
04:33
Geçtiğimiz 7 Gün
Imoto geçen hafta yaklaşık 2 dakika and 25 saniye civarında en sık keşfedilen şarkı oldu

Şarkı sözleri

[Verse 1]
Imoto uma imile uma imile
Ayikhonkothwa nazizinja oh nazizinja
Kodwa uma imile, uma imile
Zikhonkoth' ehambayo oh ehambayo
Yona imoto uma imile, uma imile
Ayikhonkothwa nazizinja oh nazizinja
Kodwa uma imile uma imile uma imile
Zikhonkoth' ehambayo oh ehambayo
Baba somandla baba
We mdali wami baba
Uzungandilahli baba
Ngicel'ungivikele baba
Abantu yize ekholweni lami
Balahla ukholo lwami
Bafuna ndihambe indlela zabo
Bafuna ngisuke kuwe
[Verse 2]
Baba somandla baba
We mdali wami baba
Uzungandilahli baba
Ngicel'ungivikele baba
Abantu yize ekholweni lami
Balahla ukholo lwami
Bafuna ngihambe indlela zabo
Bafuna ngisuke kuwe
[Verse 3]
Mna ndiyaz'phandela ndiyaz'phandela
Angina twa ngizama impilo yam
Ngizamela abantwana basekhaya, bantwana basekhaya
Ngifuna bakhule be flexa, oh bakhule be flexa ya
Ngifuna uDottie afunde emulti racial school
Afunde emulti racial school
Ahambe ngezimoto ezithandwa nguye
Oh ezithandwa nguye
Evarsity intwana yam ifike ngetransi, ifike ngetransi
Ne olady ngilithengel' idladla, something like idladla
Baya baya bayangizonda, bang'zonda ngingena twa
Andazi masengihlanganise kahle bazokwenzani
Kush'ukuthi ikhona into abayibonayo kodwa
[Verse 4]
Uma imile uma imile
Zikhonkoth' ehambayo, oh ehambayo
Baba somandla baba
We mdali wami baba
Uzungandilahli baba
Ngicel'ungivikele baba
Abantu yize ekholweni lami
Balahla ukholo lwami
Bafuna ndihambe indlela zabo
Bafuna ngisuke kuwe
We mdali wami baba
Nguwe somandla baba
Ngicel'ungivikele baba
Uzungandilahli baba
Bandisusa ekholweni lakho
Bandisusa ebomini
Bafuna ndihambe indlela zabo
Indlela zabo zobunyama ayi
Written by: Howard Gomba, Lindokuhle Mgedezi, Themba Sekowe
instagramSharePathic_arrow_out􀆄 copy􀐅􀋲

Loading...