Şarkı sözleri

Somizi, wemfana ka Thwala x2 Ngiyanibonga Nyamande Abanomona bebezodlala ngami Bebezangshiya nghlupheka Kodw' awuzange, Nyamande Heh ngyagana mna (ngyagana) Heh ngyagana mna (soka lami) We soka lami (soka lami) Soka lami (Uyang'shada namhlanje) Beng'ngenathemba Ngith' ung'lahlile Kuyangijabulis' ukuthi ukhethe mina Somizi, uyindod' emadodeni Uyinsizw' ezinsizweni Ngyakubonga Nyamande Heh ngyagana mna (ngyagana) Heh ngyagana mna (soka lami) We soka lami (soka lami) Soka lami (Uyang'shada namhlanje) Somizi, wemfana ka Thwala x2 Ngiyanibonga Nyamande Abanomona bebezodlala ngami Bebezangshiya nghlupheka Kodw' awuzange, Nyamande Heh ngyagana mna (ngyagana) Heh ngyagana mna (soka lami) We soka lami (soka lami) Soka lami (Uyang'shada namhlanje)
Writer(s): Sello Twala Lyrics powered by www.musixmatch.com
instagramSharePathic_arrow_out