Şarkı sözleri

MZALA Chorus Mtaka anti ngyazi ukuthi mina nawe Siyaxabana Kodwa ungakhohlwa ukuthi wena ungowam u Mzala Mtaka anti ngyazi ukuthi mina nawe Siyaxabana Kodwa ungakhohlwa ukuthi wena ungowam u Mzala Askhulumeni askhulumeni wena Mzala Askhulumeni askhulumeni wena Mzala Askhulumeni askhulumeni wena Mzala Askhulumeni askhulumeni wena Mzala Verse Ei angifuni ukuqamba amanga kodwa angifuni sibuyele Kulezinto zakudala Ubab'wami nomamakho zange bazalwe bona kusukela Kwakudala Inkinga zabo zidinga imbuzi khona sumndeni sizoqala Ukuthembana Singathathi izinto zabantu abadala nathi besesiqala Ukuzondana Better do what is good noma kushikisha ufudu kuyomele Sikhule Kumele sikhule kumele sifunde njenge Vovo engqondweni Kuyomele sihluze Ngoba asiyazi impi yabo isukaphi iyophelelaphi nah Ngoba asiyazi Impi isukaphi iyophelaphi nah Yheeeeemmmh ( Yheeeeemmmh) Yheeeeemmmh (Yheeeeemmmh) Wololo wemama njena weeeeeh Mtaka anti ngyazi ukuthi mina nawe Siyaxabana Kodwa ungakhohlwa ukuthi wena ungowam u Mzala Mtaka anti ngyazi ukuthi mina nawe Siyaxabana Kodwa ungakhohlwa ukuthi wena ungowam u Mzala Askhulumeni askhulumeni wena Mzala Askhulumeni askhulumeni wena Mzala Askhulumeni askhulumeni wena Mzala Askhulumeni askhulumeni wena Mzala Verse Sondela eduze wegazi lami Ngifuna siqede lendaba Kusaneskhathi nje Ngxabano kumele igcine ngathi Akumele izifike Ezinganeni ezincane nje Zithethe amacala ekade sesiwathethile Zihlabe Nezimbuzi ekade sesizihlabile Zihamba zizibuza nemibuzo ukuthi Emahlabeni ingempa kanti yini inginga Lamashwa akumele aze aqoqane Ezinganeni Lenkinga kumele siyigweme kusasekuseni Ukuqala kwamashwa Kuyodingeka izinkomo esingeke sazi-Aforda asiyigweme ekuqaleni Kuyobanzima amashwa evimbe esangweni Kuyabanzima izono zihleli Ezinganeni Ngakhoke manje kumele siqale siyilungisi lento Yheeeeemmmh (Yheeeeemmmh) Yheeeeemmmh (Yheeeeemmmh) Wololo wemama njena weeeeeh Mtaka anti ngyazi ukuthi mina nawe Siyaxabana Kodwa ungakhohlwa ukuthi wena ungowam u Mzala Mtaka anti ngyazi ukuthi mina nawe Siyaxabana Kodwa ungakhohlwa ukuthi wena ungowam u Mzala Askhulumeni askhulumeni wena Mzala Askhulumeni askhulumeni wena Mzala Askhulumeni askhulumeni wena Mzala Askhulumeni askhulumeni wena Mzala
Writer(s): Lindokuhe Mnqobi Msimango Lyrics powered by www.musixmatch.com
instagramSharePathic_arrow_out