album cover
Dali
111.016
Afro-Pop
Dali adlı parça {albumName} albümünün bir parçası olarak Ambitiouz Entertainment tarafından 20 Temmuz 2017 tarihinde yayınlandıIsina Muva
album cover
En Popüler
Geçtiğimiz 7 Gün
00:20 - 00:25
Dali geçen hafta yaklaşık 20 saniye civarında en sık keşfedilen şarkı oldu
00:00
00:20
00:30
00:35
00:40
00:45
00:55
01:10
01:20
01:25
02:25
02:40
02:50
02:55
03:10
04:05
00:00
04:22

Müzik Videosu

Müzik Videosu

Şarkı sözleri

[Intro]
Mhlawmbe ungethul'umthwalo
Mhlawmbe ungethul'umthwalo
[Verse 1]
Uthando lwami bengikunika lona
Bekungelakho wedwa emhlabeni s'thandwa sami bekungekho omunye
Bengith'uyithemba lami ngoba k'sasa lami bengilibona kuwe
Bengithi sohlukaniswa ukufa nawe kanti lutho
Bengithi uzongivikel'etheni zami kanti ngobulawa nguwe
[Verse 2]
Sekusobala kuthi konke wakusho ngami okuhle you never meant it
Ngiyisilima yaz
Ngoba every time you told me that you loved me I believed it
Kodwa inhliziyo yami
Iyafun'ukukxolela inqondo angeke ivume, ngibuz'ukuthi
[Verse 3]
Engabe yini lengaka, yini lengaka
Bakunika yona, ungayitholi kimi
Engabe yini lengaka, yini lengaka
Bakunika yona, enginganayo mina
[Verse 4]
Awu dali
Dali s'thandwa sami
Awu dali
Dali s'thandwa sami
[Bridge]
Kanti yini ungenza nje, kanje, kanjena
Kanti yini ungenza nje, kanje, kanjena
[Verse 5]
Kuningi ebengikufuna kuwe
Bengikufuna kuwe mina into elula engekho inkinga dali kunye
Ukuthi uthando lwethu lube injabulo inyembezi ngabi into eseduze
Bengikwethemba ngempilo yami
Manje ngikhala kuze kuse
Akekho ozongiduduza ngathi ngavele ngiduke
Kodwa inhliziyo yami iyafuna ukukuxolela ingqondo angeke ivume
[Verse 6]
Engabe yini lengaka, yini lengaka
Bakunika yona, ongayitholi kimi
Engabe yini lengaga, yini lengaga
Bakunika yona, ongayitholi kimi we
[Verse 7]
Awu dali
Dali s'thandwa sami
Awu dali
Dali s'thandwa sami
[Bridge]
Kanti yini ungenza nje, kanje, kanjena
Kanti yini ungenza nje, kanje, kanjena
[Verse 8]
Mina ngakuthanda bethi ngisuke kuwe
Mina ngakuthanda bethi ngibonani kuwe
Ngakuthanda bethi soke'sbone
Ngakuthanda baby
[Outro]
Mina ngakuthanda bethi ngisuke kuwe
Mina ngakuthanda bethi ngibonani kuwe
Ngakuthanda bethi soke'sbone
Ngakuthanda baby
Written by: Jabulani Hadebe, Jabulani Mthembu
instagramSharePathic_arrow_out􀆄 copy􀐅􀋲

Loading...