Müzik Videosu

Krediler

PERFORMING ARTISTS
Sjava
Sjava
Vocals
Big Zulu
Big Zulu
Vocals
Kananelo Lazarus Mkhwanazi
Kananelo Lazarus Mkhwanazi
Guitar
Vuyo Manyike
Vuyo Manyike
Guitar
Dumisani
Dumisani
Keyboards
COMPOSITION & LYRICS
Dumsani Welcome Nkosi
Dumsani Welcome Nkosi
Composer
Kananelo Lazarus Mkhwanazi
Kananelo Lazarus Mkhwanazi
Composer
Vuyo Manyike
Vuyo Manyike
Composer
Xolani Shabalala
Xolani Shabalala
Composer
Jabulani Makhubo
Jabulani Makhubo
Songwriter
Siyabonga Nene
Siyabonga Nene
Songwriter
Mfanafuthi Ruff Nkosi
Mfanafuthi Ruff Nkosi
Composer
PRODUCTION & ENGINEERING
Ruff
Ruff
Producer
Stallion
Stallion
Producer
Xowla
Xowla
Producer

Şarkı sözleri

Oh, yeah(Kulaph' engikhulele khona) Kusekhaya lana wemntanami(Oh, kusekhaya lana, oh yeah) (Kulaph' engikhulele khona) (Oh, kusekhaya lapha, oh yeah) (Kulaph' engikhulele khona) Yeah(Oh, kusekhaya lapha, oh yeah) (Kulaph' engikhulele khona) (Oh, kusekhaya la, oh yeah) Khaya lami leli ngiyalithanda Kodwa kusekhaya la(Oh, kusekhaya la, oh yeah) Noma ngabe izindlu ezodaka, aw ma Kodwa kusekhaya la, yeah, yeah(Kodwa kusekhaya la, oh yeah) Noma silala singadlile, wema Kodwa kusekhaya la(Kodwa kusekhaya la, oh yeah) Hlekisa ngami makhelwane Kodwa kusekhaya la Wemntanami Lekhaya wena ongay'qhenyi ngalo Khona abalifisayo, oh yeah Lekhaya wena oy'nyeza ngalo Khona abalifisayo, mmh, mmh Lekhaya olibona liyihlazo kuwe Khona abalifisayo, oh yeah Ley'ntandane ey'ngaka ey'lal emgwaqeni Yizo ezil'fisayo, oh yeah Khaya lami leli ngiyalithanda Kodwa kusekhaya la(Oh, kusekhaya la, oh yeah) Noma ngabe izindlu zodaka, aw ma Kodwa kusekhaya la, yeah, yeah(Kodwa kusekhaya la, oh yeah) Noma silala singadlile, wema Kodwa kusekhaya la(Kodwa kusekhaya la, oh yeah) Hlekisa ngami makhelwane Kodwa kusekhaya la (Shuni wenkani) Baba ngiyakhuleka(Baba ngiyakhuleka) Kwami kuyanyukela(Okwami kuyanyukela) Mpilo ngyahluleka Ng'cela ungiphe amandla, ingilosi uyithumele Thumel' umkhuleko(Thumel' umkhuleko) Siyazama siyahluleka Nhliziyo yami, umoya uyaphuleka Ekhaya siyahlupheka Noma ngabe izindlu ezodaka Kodwa kusekhaya Noma ngabe silala siphuz' amanzi odwa Kodwa kusekhaya la, awu(Oh, yeah) Khaya lami leli ngiyalithanda Kodwa kusekhaya la(Oh, kusekhaya la, oh yeah) Noma ngabe izindlu zodaka mama Kodwa kusekhaya la oh yeah, yeah(Kodwa kusekhaya la, oh yeah) Noma silala singadlile wemama Kodwa kusekhaya la(Kodwa kusekhaya la, oh yeah) Hlekisa ngami makhelwane Kodwa kusekhaya la (Kulaph' engikhulele khona) (Oh, kusekhaya lapha, oh yeah) (Kulaph' engikhulele khona) (Oh, kusekhaya lapha, oh yeah)
Writer(s): Jabulani Hadebe, Siyabonga Nene, Xolani Shabalala Lyrics powered by www.musixmatch.com
instagramSharePathic_arrow_out