album cover
UJehova
711
Music
UJehova adlı parça {albumName} albümünün bir parçası olarak Tammy Music Publishing tarafından 2 Mayıs 2025 tarihinde yayınlandıiSidleke
album cover
AlbümiSidleke
Çıkış Tarihi2 Mayıs 2025
FirmaTammy Music Publishing
Melodiklik
Akustiklik
Valence
Dans Edilebilirlik
Enerji
BPM57

Şarkı sözleri

UJEHOVA
(Mama)
Makubekuhle kuwe
(Mama)
Inkosi ikubusise ngezibusiso
lisabuka iso lakho
(Mama)
Wanginika indlela yokuphila
Wathi uJehova uyaphila,
Wathi ebubini ebuhleni
Wathi uJehova uyaphila,
Wathi inhlonipho inokuphila
Wathi uJehova uyaphila,
Futhi uyohlezi umuhle
Wathi UJehova uyaphila inhlonipho umphako ongaboli mtanam,
Wathi inhlonipho umphako ongaboli ntanami uhloniphe ey,
Wathi abathobekile
Inkosi ibaphakamisa njalo,
Mama Izimfundiso zakho izona ezangiphendula umuntu ebantwini,
angithi wathi ukubekezela
Kwedlula ima kuyakhokha,
Imithandazo yakho
Yangikhangisela ngabona,
Ngabona amandla ami
enginikezwe wona
Ngahloma ikhali zami empini ngayonqoba,
Wathi noma lzindlu zakithi zinganetha unkulunkulu khona asasibekele khona,
(Mama)
Isibelet
Written by: Malusi Menzi Dlodlo
instagramSharePathic_arrow_out􀆄 copy􀐅􀋲

Loading...