album cover
Umpetha
134
Afro-Pop
Umpetha adlı parça {albumName} albümünün bir parçası olarak Nomndayi music tarafından 14 Kasım 2025 tarihinde yayınlandıImiyalelo
album cover
AlbümImiyalelo
Çıkış Tarihi14 Kasım 2025
FirmaNomndayi music
LanguageEnglish
Melodiklik
Akustiklik
Valence
Dans Edilebilirlik
Enerji
BPM157

Krediler

PERFORMING ARTISTS
Siyanda Nomndayi Msomi
Siyanda Nomndayi Msomi
Harmony Vocals
COMPOSITION & LYRICS
Siyanda Nomndayi Msomi
Siyanda Nomndayi Msomi
Songwriter
PRODUCTION & ENGINEERING
NavyKidKid
NavyKidKid
Producer
Vica
Vica
Producer

Şarkı sözleri

Yazi njengoba ungibona nginje nami ngangifisa ukuthi ngibe umpetha nami impilo ngiyibambe
Yazi njengoba ungibona nginje nami ngangifisa ukuthi ngibe umpetha nami impilo ngiyibambe
Ngazibona ngibhukuda ematshwaleni
Ngazibona ngibhukuda ezidakamizweni
Ngazithola ngiyiyona yonke into njengamanje esengiyibona ideleleka
Ngazibona ngibhukuda ematshwaleni
Ngazibona ngibhukuda ezidakamizweni
Ngazithola ngiyiyona yonke into njengamanje esengiyibona ideleleka
Nganginamaphupho nami aphela, ayy ngoba ngizonibalisela
Mina impilo yangifundisa ngenye indlela eyami, eyami impilo mhlampe
Eyami impilo yabekwa ukuthi vele iyoba nje
Ngoba angazi ukuthi konakalaphi ngavele ngabona ukuphazima kweso
Zashintsha izinto
Yashintsha impilo ngabona impilo ing'gwinya ngazibona ngiminza ngazikhomba
Ngazikhomba ngicwila nginibiza niziba
Ngabona kungekh ovelayo
Ngabe ngibuza ngfuna ukuthi aqhubeke udaba
Awungitshele lana kwenzakalani
Ngimbona ekhala mangithinta loludaba
Ngfuna angichazele konke angichazele nanokuthi amaphupho
Ngfuna angitshele aphupha kanjani
Yavele yakhala indoda endala yathi
Yazi njengoba ungibona nginje nami ngangifisa ukuthi ngibe umpetha nami impilo ngiyibambe
Yazi njengoba ungibona nginje nami ngangifisa ukuthi ngibe umpetha nami impilo ngiyibambe
Ngazibona ngibhukuda ematshwaleni
Ngazibona ngibhukuda ezidakamizweni
Ngazithola ngiyiyona yonke into njengamanje esengiyibona ideleleka
Ngazibona ngibhukuda ematshwaleni
Ngazibona ngibhukuda ezidakamizweni
Ngazithola ngiyiyona yonke into njengamanje esengiyibona ideleleka
Yazi njengoba ke nginje
Odongeni ekhaya kugcwele izitifiketi, zihlobisile mina kazisebenzi
Kushuthi impilo yami ayinamsebenzi
Yazike okuningi empilweni ebengikufisa ngikusebenzele
Kodwa sekuwukumane ngisho kushuthi izithukuthuku zami zaphumela izeleze
Bafethu ngangingazi ukuthi ibhadi liyakwazi kubo kwalo
Ng'thule nje ngibuka umdlalo phambi kwami ligiya ngezinduku zalo
Imuva lami libukisa ngami phambi kwabantu eeyy angisazi
Ngumphumela wamacala abazali eskhathini esingemuva angagezekanga
Badelela igceke likamkhulu kwadinwa abadala
Izinduku azingenanga kubona yazi kwashawa iz'ngane
Ekhaya imina inkosana yazi kwaqalwa ngami
Kwabuhlakani engazalwa nabo abusasebenzanga
Ungibona nginje nje mina sengiphenduke umphuphe umdala
Impilo yangijikela nami angazi kanjani
Angazi weeeee, angazi weeee
Yazi njengoba ungibona nginje nami ngangifisa ukuthi ngibe umpetha nami impilo ngiyibambe
Yazi njengoba ungibona nginje nami ngangifisa ukuthi ngibe umpetha nami impilo ngiyibambe
Ngazibona ngibhukuda ematshwaleni
Ngazibona ngibhukuda ezidakamizweni
Ngazithola ngiyiyona yonke into njengamanje esengiyibona ideleleka
Ngazibona ngibhukuda ematshwaleni
Ngazibona ngibhukuda ezidakamizweni
Ngazithola ngiyiyona yonke into njengamanje esengiyibona ideleleka.
Written by: Siyanda Nomndayi Msomi
instagramSharePathic_arrow_out􀆄 copy􀐅􀋲

Loading...