album cover
Hlez'unami
album cover
Hlez'unami adlı parça {albumName} albümünün bir parçası olarak 5802801 Records DK2 tarafından 2 Nisan 2026 tarihinde yayınlandıHlez'unami - Single
2 Nisan 2026
Firma5802801 Records DK2
DilEnglish
BPM113
Melodiklik
Akustiklik
Valence
Dans Edilebilirlik
Enerji

Şarkı sözleri

Eya eyah heyaya eya eyah
Ebunzimeni bonke engibubonile
Ezinkingeni zonke ezidlulile
Wena wangithwala
Ooh wangithwala
Ebunzimeni bonke engibubonile
Ezinkingeni zonke ezidlulile
Wena wangithwala
Ooh wangithwala
Wena uhlezi unami
Noma se sekunzima
Wena ungimele
Wemongameli mdali
Wena wangithwala mdali
Wangimela baba sekunzima kimi iiyaa
Wangilwela baba wangilwela baba
Sekunzima kimi
Wena wangithwala mdali
Wangimela baba sekunzima kimi iiyaa
Wangilwela baba wangilwela baba
Sekunzima kimi
Wena uhlezi unami
Wena uhlezi unami
Noma se sekunzima
Wena uhlezi unami
Ohhh ooh ooh ooh ooh ooh ooh ooh
Kulezansuku sengifuna ukulilahla ithemba
Wangongamela wena
Wahlala unami
Kulezansuku sengifuna ukulilahla ithemba
Wangongamela wena
Wahleli unami ooh
Wena uhlezi unami
Noma se sekunzima
Wena ungimele
Wemongameli mdali
Wena wangithwala mdala
Wangimela mdala sekunzima kimi iiyaa
Wangilwela baba wangilwela baba
Sekunzima kimi
Wena wangithwala mdala
Wangimela mdala sekunzima kimi iiyaa
Wangilwela baba wangilwela baba
Sekunzima kimi
Written by: Nkosinodumo Moreblessings Ngwabi, Promise ndlovu
instagramSharePathic_arrow_out􀆄 copy􀐅􀋲

Loading...