Lyrics

Bengingaz' ukuthi ung'thanda kangaka Oh-oh-oh-oh waze wanikela ngempilo yakho Inani legazi owang'thenga ngalo, liphakeme Ang'soze ngak'bonga ngokwanele Bengingaz' ukuthi ung'thanda kangaka Oh-oh-oh-oh waze wanikela ngempilo yakho Inani legazi owang'thenga ngalo, liphakeme Ang'soze ngak'bonga ngokwanele Ngiyabonga ngothando lwakho Ong'nike lona, Msindisi wami Ngab' angikho, ngab' angilutho, ngaphandle kwakho Impilo yam', ngaphandle ko Ngab' angikho, ngab' angilutho, ngaphandle kwakho Oh-oh-oh-oh-oh-oh-oh Wang'thwalela wedw' umqhele wameva Oh-oh-oh-oh oh hawu lobo buhlungu owabuzwa Ang'soze ngaz' ukuthi wabonani, kimina Kodw' engikwaziyo ukuthi ung'sindisile Wang' thwalela wedw' umqhele (Wang' thwalela wedw' umqhele wameva) (Oh-oh-oh-oh oh hawu lobo buhlungu owabuzwa) Ang'soze ngazi (Ang'soze ngaz' ukuthi wabonani, kimina) (Kodw' engikwaziyo ukuthi ung'sindisile) Ngiyabonga (Ngiyabonga ngothando lwakho) (Ong'nike lona, Msindisi wami) Ngab' angikho (Ngab' angikho, ngab' angilutho, ngaphandle kwakho) Impilo yami (Impilo yam', ayilutho) Ngaphandle ko (musa wakho) (Ngab' angikho, ngab' angilutho ngaphandle kwakho) Ngiyabonga (Ngiyabonga ngothando lwakho) (Ong'nike lona) (Msindisi wami) Ngab' angikho (Ngab' angilutho, ngaphandle kwakho) Impilo yam' (ayilutho) Ngaphandle ko (musa wakho) (Ngab' angikho, ngab' angilutho ngaphandle kwakho) Oh-oh-oh-oh Oh-oh-oh-oh, oh-oh-oh-oh-oh-oh Ngab' angikho, ngab' angilutho ngaphandle kwakho (Oh-oh-oh-oh, oh-oh-oh-oh, oh-oh-oh-oh-oh-oh) (Ngab' angikho, ngab' angilutho ngaphandle kwakho) (Oh-oh-oh-oh, oh-oh-oh-oh, oh-oh-oh-oh-oh-oh) (Ngab' angikho, ngab' angilutho ngaphandle kwakho) Oh Oh Oh (Oho oh) Oh! Oh! (Oho oh) Oh Oh Oh (Oho oh) Oh (Ngab' angikho, ngab' angilutho ngaphandle kwakho) Oh Oh Oh (Oho oh) Oh! Oh! (Oho oh) Oh Oh Oh (Oho oh) Oh (Ngab' angikho, ngab' angilutho ngaphandle kwakho) Wang'thwalela wedw' umqhele wameva Oh-oh-oh-oh oh hawu lobo buhlungu owabuzwa Ang'soze ngaz' ukuthi wabonani, kimina Kodw' engikwaziyo ukuthi ung'sindisile Kodw' engikwaziyo (Kodw' engikwaziyo ukuthi ung'sindisile) Wafel'icala lam (Kodw' engikwaziyo ukuthi ung'sindisile) Wadel'ukuphila kwakho (Kodw' engikwaziyo ukuthi ung'sindisile)
Writer(s): Mnqobi Andrew Nxumalo Lyrics powered by www.musixmatch.com
instagramSharePathic_arrow_out