音乐视频
音乐视频
制作
出演艺人
Joyous Celebration
表演者
作曲和作词
Lindelani Mkhize
编曲
PHINDILE PHOKY
编曲
制作和工程
Lindelani Mkhize
制作人
Siyanqoba Mthethwa
制作人
歌词
[Intro]
Phakathi kwezinhlupheko
Kukhona mev'ahlabayo
Ngith'into engiduduzayo
Ucabanga ngami
[Verse 1]
Ngithi phakathi kwezinhlupheko
Kukhona mev'ahlabayo
Ngith'into engiduduzayo
Ucabanga ngami
[Verse 2]
Ngithi uyacabanga ngam' nkosi
Wena ucabanga ngami
Mina angesabi lutho
Mina ngesabi lutho
Wena Jesu ucabanga ngami
[Verse 3]
Ngithi uyacabanga ngam' nkosi
Wena Jesu ucabanga ngami
Min'angesabi lutho
Min'angesabi lutho
Wena Jesu ucabanga ngami
[Verse 4]
Hey uyacabanga
Wena Jesu ucabanga ngami
Ucabanga ngami
Min'angesabi lutho
Angesabi lutho
Wena Jesu ucabanga ngami
[Verse 5]
Ngithi owuqalile
Umsebenzi
Uzawufeza empilweni yakho
Ngithi nom'uSathane
Yen'ehlasela
Ngiyamethemb'owaseCalvary
[Verse 6]
Ngithi owuqalile
Won'umsebenzi
Yen'uzawufeza empilweni yakho
Nom'uSathane
Yen'ehlasela
Ngiyamethemb'owaseCalvary
[Verse 7]
Oh Msindisi wami
Wen'ungihola
Futh'ubambisisa ngish'isandla sami
Akasoze angidele
Ngoba yena wangifela eCalvery
[Verse 8]
Oh Msindisi wami
Wen'uhlala ungihola
Futhi njal'ubambisisa ngish'isandla sami
Awusoze ungidele
Ngoba Yena wangifela eCalvery
[Chorus]
Akasoze angidele
Owangifela eCalvery
Akasoze angidele
Owangifela eCalvery
[Chorus]
Akasoze angidele
Owangifela eCalvery
Akasoze angidele
Owangifela eCalvery
[Verse 9]
Ngithi awusoze
Simakade Wen'awusoze
Wena Jesu awusoze
Moy'oyingcwele awusoze
Sonininanini awusoze
Wena awusoze
Wena awusoze
Wena awusoze
[Chorus]
Akasoze angidele
Owangifela eCalvery
Akasoze angidele
Owangifela eCalvery
Akasoze angidele
Owangifela eCalvery
[Outro]
Ngith'awusoze ungidele
Ngoba Wena wangifela ngish'eCalvary
Ngithi wena awusoze
Wena awusoz'ungidele
Simakade Wena wangifela ngisho khon'eCalvary
Written by: Traditional


