制作

出演艺人
Lindani Gumede
Lindani Gumede
领唱
作曲和作词
Lindani Gumede
Lindani Gumede
词曲作者
Andile B
Andile B
词曲作者
制作和工程
Lindani Gumede
Lindani Gumede
制作人

歌词

Ubani onganqaba umi Nkosi sivumile
 
Auw Baba ubani onganqaba umi Nkosi sivumile (Ubani onganqaba umi Nkosi sivumile)
Haai ubani onganqaba umi Nkosi sivumile (Ubani onganqaba umi Nkosi sivumile)
Haai ubani onganqaba ooh Nkosi sivumile (Ubani onganqaba umi Nkosi sivumile)
 
Noba bengavala
Kodw'uyafika yena avule uSmakade
Lapho sebethi baqedile ngempilo yakho
Yen'afike aphike akuvuse ekuweni kwakho
 
Lapho sebethi uyagula angeke usavuka
Sebebeke nesuku lomngcwabo
Kodwa yena afike avule
Ngoba uJesu lo (NguJesu lo)
 
Awu nguYena (UyiNkosi yamakhosi)
Akekho onganqaba onganqaba umi Nkosi sivumile (Ubani onganqaba umi Nkosi sivumile)
Ingonyama lena (Ingonyama lena)
Iyeyengamela konke (Iyeyengamele konke)
Akekho onganqaba onganqaba umi Nkosi sivumile (Ubani onganqaba umi Nkosi sivumile)
Mina ngiyabuza ubani ongahlula uMadida, ubani ongahlula iNgadlangadla (Ubani onganqaba umi Nkosi sivumile)
Lapho kuvaleka khona uyavula, okuveleke khona akekh'ongavala, akekho ngob'iNkosi ivumile (Ubani onganqaba umi Nkosi isivumile)
 
Ekujuleni kwenhliziyo yami
Oh sengithanda ukubonga
Ngiphakamis'izandla zami Baba ngicela Kuwe
Mina sengithanda ukubonga
 
Ekujuleni (Ekujuleni)
Ekujuleni Baba (Kwenhliziyo yami)
Oh mina ngiyathanda Baba (Sengithanda)
Ngithanda ukubonga Baba (Ukumbonga)
 
Ngaphakamis'izandla Baba (Ngiphakamis'izandla zami)
Ngiphakamis'izandla zami Baba (Ngibheka Kuwe)
Oh mina ngiyathanda Baba (Sengithanda)
Oh mina ngiyathanda (Ukumbonga)
 
Oh ngaphakamis'izandla zami Baba (Ngiphakamis'izandla zami)
Oh ngaphakamis'izandla zami Baba (Ngibheka Kuwe)
Eyi Baba (Sengithanda)
Ngiyathanda ukubonga Baba (Ukumbonga)
 
Ndizodela bonke ngawe Baba
Ngizodela abangani
Ngizodela abahlobo
Ngizodela konke okumnandi kwezwe Baba
Ngibheka Kuwe ngibheka Kuwe wedwa Baba
Ngibheka Kuwe wedwa Baba
 
Ekujuleni Baba (Ekujuleni)
Ekujuleni Baba (Kwenhliziyo yami)
Yeah (Sengithanda)
Oh ngiyathanda Baba ukubonga (Ukumbonga)
 
Ngaphakamisa Baba yeyi Baba yeyi Baba yeyi Baba (Ngiphakamis'izandla zami ngibheka Kuwe)
Oh ngabheka Kuwe Baba (Sengithanda)
Oh ngiyathand'ukubonga ngithand'ukubonga Baba (Ukumbonga)
 
Yeyi Baba ngiphakamis'izandla Baba ngiyaphakamisa izandla Baba (Ngiphakamis'izandla zami)
Ngizophakamisa ngizophakamisa ngizophakamisa izandla zami
Oh ngibonga uMdala Wezinsuku oh ngibonga uMdala wasemandulo (Ngibheka Kuwe)
Wen'ufanele ukubongwa (Sengithanda)
Ufanele ukujuliswa ukubongwa (Ukumbonga)
 
Thank you Jesus
Written by: Andile B, Lindani Gumede
instagramSharePathic_arrow_out

Loading...