音乐视频

音乐视频

制作

出演艺人
Mnqobi Yazo
Mnqobi Yazo
表演者
作曲和作词
Lindokuhle Mqobi Msimango
Lindokuhle Mqobi Msimango
词曲作者
制作和工程
Lindokuhle Mqobi Msimango
Lindokuhle Mqobi Msimango
制作人

歌词

Selewewe, uyeh, iyeh, eh
Sewewe, selewe, weh
Selewewe, uyeh, iyeh
Beng'semakudeni, semakudeni
Langibiz' ithongo lami
Beng'semakudeni maa, semakudeni
Langibiz' ithongo lami
Lathi ang'buyele ekhaya, ng'buyele ekhaya
Ziyang'ding' ingane zami
Lathi ang'buyele ekhaya madoda
Ng'buyele ekhaya
Ziyang'ding' ingane zami
Beng'semakudeni, (semakudeni) semakudeni
Langibiz' ithongo lami
Beng'semakudeni maa, (semakudeni) semakudeni
Langibiz' ithongo lami
Lathi ang'buyele ekhaya, (ng'buyele ekhaya) ng'buyele ekhaya
Ziyang'ding' ingane zami
Lathi ang'buyele ekhaya, (ng'buyele ekhaya) ng'buyele ekhaya
Ziyang'ding' ingane zami
Hheyi, wena Themba
Uyakhumbul' ukuthi wathini la?
Kad' usuka la ekhaya
Uhamb' uy' eGoli uthi uyozama bo
Wasitshel' ukuthi
Wena uzohamba uzobuya mak'phel' inyanga
Yaphel' inyanga
Zange wabuya namanje sisakulindile
Ziyakhal' ingane zakho Themba bo
Ziyakhal' ingane zakho
Ngicela ubuye sisak'lindile
Beng'semakudeni, semakudeni
Langibiz' ithongo lami
Beng'semakudeni maa, semakudeni
Langibiz' ithongo lami
Lathi ang'buyele ekhaya, ng'buyele ekhaya
Ziyang'ding' ingane zami
Lathi ang'buyele ekhaya madoda, ng'buyele ekhaya
Ziyang'ding' ingane zami
Beng'semakudeni, (semakudeni) semakudeni
Langibiz' ithongo lami
Beng'semakudeni maa, (semakudeni) semakudeni
Langibiz' ithongo lami
Lathi ang'buyele ekhaya, (ng'buyele ekhaya) ng'buyele ekhaya
Ziyang'ding' ingane zami
Lathi ang'buyele ekhaya, (ng'buyele ekhaya) ng'buyele ekhaya
Ziyang'ding' ingane zami
Ngob' ukufa kudla fumuka kudle silaza nje
We Themba, we Themba, uzobuya nini wena?
Ng'yabuza, uzobuya nini la?
Mmh, ng'yabuza
Ngoba wahamba la ekhaya washiya yikini
Wahamba wayohlala nentombi
Yak'thath' intombi yak'shuthek' eGoli
Yak'shiya ungenalutho
We Themba, we Themba, siyak'dinga kini
We Themba, ah, we Themba, ah-ah-ah
Beng'semakudeni, semakudeni
Langibiz' ithongo lami
Beng'semakudeni maa, semakudeni
Langibiz' ithongo lami
Lathi ang'buyele ekhaya, ng'buyele ekhaya
Ziyang'ding' ingane zami
Lathi ang'buyele ekhaya madoda, ng'buyele ekhaya
Ziyang'ding' ingane zami
Beng'semakudeni, (semakudeni) semakudeni
Langibiz' ithongo lami
Beng'semakudeni maa, (semakudeni) semakudeni
Langibiz' ithongo lami
Lathi ang'buyele ekhaya, (ng'buyele ekhaya) ng'buyele ekhaya
Ziyang'ding' ingane zami
Lathi ang'buyele ekhaya, (ng'buyele ekhaya) ng'buyele ekhaya
Ziyang'ding' ingane zami
Written by: Lindokuhle Mqobi Msimango
instagramSharePathic_arrow_out

Loading...