歌词
Nomalizo ubeyintombi
Ethandwa izinsizwa nsizwa nsizwa
Kanti yena ungowami udali hayi umona lo (Shiya umona phansi)
Nomalizo ubeyintombi
Ethandwa izinsizwa nsizwa nsizwa
Kanti yena ungowami udali hayi umona lo (Shiya umona phansi)
Bengizomlandela
Ebheke phalamende mende mende
Kanti yena ungowami udali
Ay umona lo (Shiya umona phansi)
Bengizomlandela
Ebheke phalamende mende mende
Kanti yena ungowami udali
Ay umona lo (Shiya umona phansi)
Umangimemeza igama lakhe
Uvele asabele umanakazi
UNomalizo mtanomuntu
Ngisho beyi-damage inhliziyo (Inhliziyo)
Inhlizo yami igwazwe owakho umcibilisholo (Umcibilisholo)
Wena ungumthoba nhliziyo
Banomona eyi basenga ezimithiyo
Uthando lwakho bbe bathi ngidlala idliso
Nomalizo
Yim lom'lisa mumbe
UNomalizo am'zalw emfumbethe
Nhliziyo ivutha bhe hundred degrees
Kodwa ungenzenjan mek'vumi nhliziyo
Nomaliz owam an'funi uk'visisa
Qhawekazi lamie uy'bekile induku ebandla
Ungalinge us'dube baba
Nomalizo ubeyintombi
Ethandwa izinsizwa nsizwa nsizwa
Kanti yena ungowami udali hayi umona lo (Shiya umona phansi)
Nomalizo ubeyintombi
Ethandwa izinsizwa nsizwa nsizwa
Kanti yena ungowami udali hayi umona lo (Shiya umona phansi)
Bayamkhwelezela izitho isinqa buki figa
Phela lona ngowami udali
Aw shiya umona nowu (Shiya umona nowu)
UNomalizo udali ubaby uswidi u-lovey
Phela mina ngiyakuthanda dali
Oh hayi ngzokulobola (Hayi ngzokulobola)
Bese ngimbike kwabadala obaba
Kushunqi mpepho ngikhwaza uqobo lwakho sthandwa
Ngichela ibala ngivula indlela for uthando lwakho
Kanti angbuzanga elangaleni
Ngimfice engbhalele okuncane ephepheni
Ungitshela ukuthi awusezu bhloma emlanjeni
Nomalizo ubobuya amabheka asakulindile
Ubobuya my baby ngisaku feeler nje
Nomalizo ubeyintombi
Ethandwa izinsizwa nsizwa nsizwa
Kanti yena ungowami udali hayi umona lo (Shiya umona phansi)
Nomalizo ubeyintombi
Ethandwa izinsizwa nsizwa nsizwa
Kanti yena ungowami udali hayi umona lo (Shiya umona phansi)
Bengizomlandela
Ebheke phalamende mende mende
Kanti yena ungowami udali
Ay umona lo (Shiya umona phansi)
Bengizomlandela
Ebheke phalamende mende mende
Kanti yena ungowami udali
Ay umona lo (Shiya umona phansi)