歌词
Umzuzu nay'uJesu
Uyaguqula njalo
Usizi, usizi (Nenkathazo)
Yebo (Uyal'uxosha uvalo)
Ngingenwa (Ngingenwa ukwethaba)
Noma (Noma ngimbheka ke)
Ubuhle (Ubuhle balomhlaba)
Yebo (Ngishay'indiva nje)
Sengathi, sengathi ngibe (Nawo)
Mihleni yonke yami (Mihleni yonke yami)
Umzuzu, umzuzu (Nay'uJesu)
Yebo (Ekuhambeni kwami)
Kufisa, kufisa kwami (Konke)
Impela yikho (Impela yikho ke)
Kuze, kuze kube phakade naphakade, mangihlale naye
(Kuze kube phakade)
Ngihlale naye (Ngihlale naye ke)
Hey kufisa, kufisa (Kwami konke)
Impela yikho, impela yikho ke
Kuze kube phakade, naphakade, naphakade
(Kuze kube phakade)
Ngitholakale ezinyaweni, ngihlale naye ke
Kuze (Kuze kube phakade)
Kumnandi ukuhlala kuye (Ngihlale naye ke)
Written by: Xoli Mncwango