制作

出演艺人
Joyous Celebration
Joyous Celebration
表演者
作曲和作词
Siyanqoba Mthethwa
Siyanqoba Mthethwa
编曲
Lindelani Mkhize
Lindelani Mkhize
作词

歌词

Are you ready to praise him? Awutshaye izandla
Awutshaye izandla, awutshaye izandla
Ngithi shaya izandla nawe, nawe, eyi
Umoya weNkosi
(Umoya weNkosi wathatha uHezekiya wambeka endaweni)
Umoya weNkosi
(Umoya weNkosi wathatha uHezekiya wambeka endaweni)
Umoya weNkosi
(Umoya weNkosi wathatha uHezekiya wambeka endaweni)
Umoya weNkosi
(Umoya weNkosi wathatha uHezekiya wambeka endaweni)
Wajikela ngapha wabona amathambo omileyo
(Wajikela ngapha wabona amathambo omileyo kakhulu)
Wajikela ngapha wabona amathambo omileyo
(Wajikela ngapha wabona amathambo omileyo kakhulu)
Wazungeza ngapha amaningi futhi omile
(Wajikela ngapha wabona amathambo omileyo kakhulu)
Wazungeza ngapha amaningi futhi omile
(Wajikela ngapha wabona amathambo omileyo kakhulu)
Wamemeza uHezekiya wathi mathambo
(Wamemeza uHezekiya wathi mathambo, mathambo hlanganani)

Shout halleluah
(Asho amathambo eza egijima)
Awunyakaze awunyakaze eyi
(Asho amathambo eza egijima)
Asho amathambo eza kuye, hoo
(Asho amathambo eza egijima)
Asho amathambo eza kuye
(Asho amathambo eza egijima)
Asho amathambo ithi asho amathambo kuye
(Asho amathambo eza egijima)
Asho amathambo wona eza kuye
(Asho amathambo eza egijima)
Asho amathambo, asho amathambo kuye
(Asho amathambo eza egijima)
Asho amathambo eza kuye (Asho amathambo eza egijima)
Umoya kasomandla uyavuselela. uyavuselela nawe khuluma iNkosi inamandla
(Umoya kaJehova uyavuselela, kuluma ngalesimo iNkosi inamandla)
Umoya kasomandla uyavuselela, uyavuselela nawe khuluma iNkosi inamandla
(Umoya kaJehova uyavuselela, kuluma ngalesimo iNkosi inamandla)
Umoya kasomandla uyavuselela, uyavuselela nawe khuluma iNkosi inamandla
(Umoya kaJehova uyavuselela, kuluma ngalesimo iNkosi inamandla)
Nawe khuluma awu ngoba iNkosi inamandla
(Khuluma ngalesimo iNkosi inamandla)
Unikiwe amandla okukhuluma ngalesimo iNkosi inamandla
(Khuluma ngalesimo iNkosi inamandla)
Nawe khuluma, khuluma ngoba iNkosi
(Khuluma ngalesimo iNkosi inamandla)
Somebody shout halleluah, thank you Jesus, thank you Lord
(Ungithatha la angibeke la uJesu unobubele nami)
Ngithi ungithatha la, angibeke ngisho uJesu, ngisho uJesu
(Ungithatha la angibeke la uJesu unobubele nami)
Ngithi ungithatha la, angibeke ngiyambong uJesu, ngiyambonga uJesu
(Ungithatha la angibeke la uJesu unobubele nami)
Ngithi uJesu unobubele nami
(UJesu unobubele nami)
Ngithi uJesu unobubele nami
(UJesu unobubele nami)
Ngiyambonga uJesu unobubele nawe
(UJesu unobubele nami)
Ngiyambonga uJesu unobubele nawe
(UJesu unobubele nami)
Woza, woza, woza, woza
Awunyakaze awunyakaze come on somebody one, two, three
Ngithi ungithatha la, angibeke ngiyambong uJesu, ngiyambonga uJesu
(Ungithatha la angibeke la uJesu unobubele nami)
Ngithi ungikhipha egipite angibeke la uphakeme, uphakeme
(Ungithatha la angibeke la uJesu unobubele nami)
Ngiyambonga uJesu unobubele nami
(UJesu unobubele nami)
Ngithi uJesu unobubele nami
(UJesu unobubele nami)
Awuthi One, two, one, two, three, four, five shona phansi
One, two, one, two, two, one, two, three, four, five shona phansi
Ngiyambonga uJesu unobubele nami
(UJesu unobubele nami)
Ngiyambonga uJesu unobubele nami
(UJesu unobubele nami)
Ngiyambonga uJesu unobubele nami
(UJesu unobubele nami)
Woza One, two, three, four, five woza ungasali woza one, two, one, two, three, four, five
UJesu unobubele nami
(UJesu unobubele nami)
Ngombone kimi, ngimbone kimi Jesu
(UJesu unobubele nami)
Ngombone kimi, ngimbone kimi
(UJesu unobubele nami)
Woza, woza, woza, woza one, two, three, four, five shona phansi
Written by: Lindelani Mkhize, Siyanqoba Mthethwa
instagramSharePathic_arrow_out

Loading...