音乐视频

音乐视频

制作

出演艺人
Sjava
Sjava
表演者
Jabulani Sihle Makhubo
Jabulani Sihle Makhubo
说唱
作曲和作词
Jabulani Sihle Makhubo
Jabulani Sihle Makhubo
词曲作者
制作和工程
Mfanafuthi Ruff Nkosi
Mfanafuthi Ruff Nkosi
制作人

歌词

[Intro]
Woke up in the morning and I ask myself
Slice for the living should I blast myself
They don't give a dame about our future
Pull a trigger kill a mfundisi he a hero
[Verse 1]
Gijima, gijima, gijima, gijima
Ngiyogijima ngifike
Baba thuma mina
Ngithi ubaba usemdala
[Verse 2]
Wothi nje gijima, gijima, gijima, gijima
Ngiyogijima ngifike
Baba thuma mina
Ngithi ubaba usemdala
[Verse 3]
Baba ngathi kunenkinga la awubheke la, kuyonakala la
Izwe liyobuya nini lashonilanga mama
Ma ibuye iAfrica
Baba ma ukhuluma ngek'sasa lami
Awuyibali inhlelo zek'sasa lami
Ngabe ngoba uyazi kulelo kusasa uzobe ungekho
Uzobe ungekho
[Verse 4]
Baba ma uthi umfundo yam yiwona ukhiye wempumelelweni yami
Kungani imfundo iding' imali
Kungani ukhiye utholwe ontanga bami
Ngithi kumanzi imqamelo e-res
Ngane zomama zakhal' uwee
Baba ngicel' iyintambo
Ngiyazi ngisesemncane
[Verse 5]
Wothi nje gijima, gijima, gijima, gijima
Ngiyogijima ngifike
Baba thuma mina
Ngithi ubaba usemdala
[Verse 6]
Wothi nje gijima, gijima, gijima, gijima
Ngiyogijima ngifike
Baba thuma mina
Ngithi ubaba usemdala
[Verse 7]
Baba sasingekho thina nilwa nodwa
Ng'thi anisilweli thina
Anislweli
Silw' izmpi zenu thina
Zimpi zango 94
Lento eniyibangayo ibulala thina
Sifel' izono zenu thina
[Verse 8]
Ngithi ubabomkhulu kubukhona
Kubukhona manje akasekho
Ngabe ngiyakuceba mina
Baba ngabe ngiyakuceba
[Verse 9]
Ngithi uvuli iminyango yejele
Uzovala iminyango yemfundo
Libambe lingashoni
Indlala ibanga ulaka
[Verse 10]
Wothi nje gijima, gijima, gijima, gijima
Ngiyogijima ngifike
Baba thuma mina
Ngithi ubaba usemdala
[Outro]
Wothi nje gijima, gijima, gijima, gijima
Ngiyogijima ngifike
Baba thuma mina
Ngithi ubaba usemdala
Written by: Jabulani Sihle Makhubo, Mfanafuthi Ruff Nkosi
instagramSharePathic_arrow_out

Loading...