制作
出演艺人
Imacsoul
表演者
Menzi Malusi Dlodlo
领唱
作曲和作词
Menzi Malusi Dlodlo
词曲作者
制作和工程
Dennis Mdluli
制作人
歌词
INDODA YAMADODA
Menzi Malusi Dlodlo
(Awe awe aweyy hheii)
Ngicela zonke insizwa
Ziyihloniphe inzalabantu,
Ngicela zonke insizwa
Esiphila nazo ziyihloniphe inzalabantu,
Aweeeeii
Aweeeeii
(Awe awe)
Aweeeeii
Aweeeeii
(Mmm hha)
Kumele abesimame bevikelwe
Ithina madoda,
Kumele abesimame bevikelwe
Ithina madoda, (chants)
Kumele abesimame bevikelwe
Ithina madoda,
Kumele abesimame bevikelwe
Ithina madoda, (chants)
Indoda engalali nezingane ezincane
Indoda Yamadoda leyo,
Indoda engalali nezingane ezincane
Indoda Yamadoda,
Indoda engalali nezingane ezincane
Indoda Yamadoda leyo,
Indoda engalali nezingane ezincane
Indoda Yamadoda, (chants)
Bafuna uthando kithi
Balindele impilo kithi
Bafuna impatho kithi
Asibanikeze yona!
Ngoba ithemba lemvikelo lilele kithi,
Izimbali zezwe kufanele ziniselwe yithi,
Izingane ezincane kufanele zifundiwe ithina
Manje ke silala nazo noma zithi baba kuthina,
Emaphepheni ithina,
Sikhipha imiphefumulo kubona ngathi usiko,
Uma umthola esephutheni kuncono umshiye -
Kunokuthi uze umbulale mfowethu impilo ayikweletiswa,
Uma bebulawa yithi ngitshele mfowethu
likhona iqiniso lapho,
Uma bebulawa yithi ngitshele mfowethu
ngiphendule ngithini na,
Uma bebulawa yithi ngitshele mfowethu
likhona iqiniso lapho,
Uma bebulawa yithi ngitshele mfowethu
ngiphendule ngithini na,
Aweeeeeii
Aweeeeeii
Aweeeeeii
Aweeeeeii
(Chants)
Kumele abesimame bevikelwe
Ithina madoda,
Kumele abesimame bevikelwe
Ithina madoda, (chants)
Kumele abesimame bevikelwe
Ithina madoda,
Kumele abesimame bevikelwe
Ithina madoda, (chants)
Indoda engalali nezingane ezincane
Indoda Yamadoda leyo,
Indoda engalali nezingane ezincane
Indoda Yamadoda,
Indoda engalali nezingane ezincane
Indoda Yamadoda leyo,
Indoda engalali nezingane ezincane
Indoda Yamadoda, (chants)
Written by: Menzi Malusi Dlodlo