歌词

Wath' uzosivikela olakeni lwezitha Noma kunzima sophokophela phambili Wath' uzosivikela olakeni lwezitha Noma kunzima sophokophela phambili Indlala ayinqobanga lapha kimi Inzondo ayinqobanga lapha kimi Ukuba wawungekho Ngabe saqedw' endleleni Ngoba basfun' othulini Bafun' ukusiqedq ngomoya Ukuba wawungekho Ngabe saqedw' endleleni Ngoba basfun' othulini Bafun' ukusiqedq ngomoya Wath' uzosivikela olakeni lwezitha Noma kunzima sophokophela phambili Wath' uzosivikela olakeni lwezitha Noma kunzima sophokophela phambili Abanye bathi lenzondo Bakhathele Baba Bayalala nabo njengathi Ngoba bonke ababeka kusoMandla (Yena was'vikela) Sibonga wena Mdali wakho konke konke Konke Ukuba wawungekho Ngabe saqedw' endleleni Ngoba basfun' othulini Bafun' ukusiqedq ngomoya Ukuba wawungekho Ngabe saqedw' endleleni Ngoba basfun' othulini Bafun' ukusiqedq ngomoya Wath' uzosivikela olakeni lwezitha Noma kunzima sophokophela phambili Wath' uzosivikela olakeni lwezitha Noma kunzima sophokophela phambili Eh Ndulo lama ndulo Kwesekelwa lo mhlaba Wawushilo ukuthi asikho Isikhali esibekelwe Mina Esiyophumelela Endulo awuthembisanga
Writer(s): Mondli Ngcobo, Kelly Khumalo, Mbuso Khoza Lyrics powered by www.musixmatch.com
instagramSharePathic_arrow_out