制作
歌词
Ngcel'uvike
Sebefikile
Labathakathi
Uvike Dlozi
Ngcel'uvike
Uvike
Ngcel'uvike
Uvike Dlozi Lami
Ngcel'ufike
Emaphupheni
Ungbonise
Ufike Maye
Ngcel'uvike
Uvike
Ngcel'uvike
Uvike Dlozi Lami
I always pray mara kuyafana
Mama ukuphi mangisengkhala
Lomhlaba uyahlaba ngiyahamba ngcel'ungthathe mamami
Ngkhathele abantu bamanga
Ngkhathele abantu beyintlamba
Ngkhathele ukthelwa ngomsobho mina we nyama engingayidlanga
Everyday bathi kuzoshintsha but akshintshi lutho
Feel like manje sengkecwa umhlaba wonke nama butho
Ekqineni angazi bangfunani ngoba angnalutho
Im just a cool guy ozphethe grend okec' iphupho
Mama wami this is the letter that I just wrote to you
With a lot of tears in my eyes I'm thinking of you
Well I'm just tired of this life I don't know what to do
Siguqa ngama dolo phansi yini usbhekile unkulunkulu
Ubaba usezwa ubhlungu kakhulu
Angnawo amandla wok'khuza
Ngapha ngiyaphuza ngiyazbuza
Zizophela nini leyinhlungu
Wangshiya ngakawafezi amaphupho
Angnawo amandla wokuzbuka
Ngkhathele mama wami nami ngcel'ungthathe buya
Ngcel'uvike
Sebefikile
Labathakathi
Uvike Dlozi
Ngcel'uvike
Uvike
Ngcel'uvike
Uvike Dlozi Lami
Ngcel'ufike
Emaphupheni
Ungbonise
Ufike Maye
Ngcel'uvike
Uvike
Ngcel'uvike
Uvike Dlozi Lami
Without you
I’m like a song with no melody
Reminiscing
Thinking about the memories
When i was 3 years i got lost ejozi
And u where crying looking around till you found me
Kodwa namhlanje ukwazile ukungshiya mamami
Okay i understand bowuseyintlungwini
Unkhulisile ne thaima yeah you where to strict
But i understand u where only trying to help me
Save me
Mama sengkhathel ilempilo
Bathi kuzodlula konke but im too weak
Eix
Ngapha ubabas always stressing
The truth is right now we not coping
Vika ma
Ekqineni soze sfike da
Iyintlungu lezi zophela nomakanjan ma
Siyathandaza as abantwana bakho soba xap
Ulale kahle mahlatshwayo sohlezi sikthanda
Ngcel'uvike
Sebefikile
Labathakathi
Uvike Dlozi
Ngcel'uvike
Uvike
Ngcel'uvike
Uvike Dlozi Lami
Ngcel'ufike
Emaphupheni
Ungbonise
Ufike Maye
Ngcel'uvike
Uvike
Ngcel'uvike
Uvike Dlozi Lami
Yaze Yab'hlungu
Intando Ka Thixo
Sesikhathele
Ibhlungu Mama
Yaze Yabhlungu
Intando Ka Thixo
Iyasisinda
Ibhlungu Mama
Written by: Sphiwe Hlatshwayo (KPSSH)