音乐视频

音乐视频

制作

出演艺人
Darque
Darque
表演者
Sjava
Sjava
声乐
作曲和作词
Molapo Malatji
Molapo Malatji
作曲家
Lesego Nkooe
Lesego Nkooe
作曲家
Jabulani Hadebe
Jabulani Hadebe
词曲作者
制作和工程
Darque
Darque
制作人
Jnr SA
Jnr SA
制作人

歌词

[Intro]
Hey umuntu, hey umuntu
Hey umuntu, hey umuntu
Uyahluph'umuntu, uyahluph'umuntu
Uyahluph'umuntu, uyahluph'umuntu
Hey umuntu, hey umuntu
Hey umuntu, hey umuntu
Yinking'umuntu mama
[Verse 1]
Mina ngangithi nginomngani kuwe
Usizi lwami lwaziwa nguwe
Ngangithi nginomngani kuwe
Inkinga zami zaziwa nguwe
Mina ngangithi nginomngani kuwe
Imfihlo zami zaziwa nguwe
Ngangithi nginomngani kuwe
Impilo yami yaziwa
[Verse 2]
Wasuka umngani
Wathatha zonke inkinga zami
Wayotshela izitha zami
Engceng'ubhlobo ngegama lami
[Verse 3]
Wasuka umngani
Wathatha zonke insinzi zami
Wayotshel'izitha zami
Engceng'ubhlobo ngegama lami
[Verse 4]
Wasuka umngani
Wathatha zonke inkinga zami
Wayotshel'izitha zami
Engceng'ubhlobo ngegama lami
[Verse 5]
Wasuka umngani
Wathatha zonke imfihlo zami
Wayotshel'izitha zami
Engceng'ubhlobo ngegama lami
[Verse 6]
Manje inkinga zami ngiyibik'emsamu
Inkinga zami ngiyibik'emsamu
Inkinga zami ngiyibik'emsamu
Mina ngizotshela uBaba
[Verse 7]
Ngcono ngiguqe ngedolo
Inkinga zami ngitshel'uMdali
Inkinga zami ngitshel'uBaba
Angeke ngitshele umhlaba
[Verse 8]
Inkinga zami ngizoyibik'emsamu
Inkinga zami ngiyibik'emsamu
Inkinga zami ngiyibik'emsamu
Mina ngizotshela uBaba
[Verse 9]
Ngcono ngiguqe ngedolo
Inkinga zami ngizoyitshel'uMdali
Inkinga zami ngizoyitshel'uBaba
Angeke ngitshele umhlaba
[Verse 10]
Never ever, never ever, never ever, never ever
Never ever, never ever, never, never, never
Trust nobody
[Verse 11]
Ungalinge, ungalinge, ungalinge, ungalinge, ungalinge
Ungalinge, ungalinge
Uthembe umuntu
[Verse 12]
Mina ngangithi nginomngani kuwe
Usizi lwami lwaziwa nguwe
Ngangithi nginomngani kuwe
Inkinga zami zaziwa nguwe
[Verse 13]
Manje inkinga zami ngiyibik'emsamu
Inkinga zami ngiyibik'emsamu
Inkinga zami ngiyibik'emsamu
[Verse 14]
Ngcono ngiguqe ngedolo
Inkinga zami ngitshel'uMdali
Inkinga zami ngitshel'uBaba
[Verse 15]
Inkinga zami ngizoyibik'emsamu
Inkinga zami ngiyibik'emsamu
Inkinga zami ngiyibik'emsamu
[Verse 16]
Ngcono ngiguqe ngedolo
Inkinga zami ngitshel'uMdali
Inkinga zami ngitshel'uBaba
[Verse 17]
Manje inkinga zami ngiyibik'emsamu
Inkinga zami ngiyibik'emsamu
Inkinga zami ngiyibik'emsamu
Mina ngizotshela uBaba
[Verse 18]
Ngcono ngiguqe ngedolo
Inkinga zami ngitshel'uMdali
Inkinga zami ngitshel'uBaba
Angeke ngitshele umhlaba
[Verse 19]
Inkinga zami ngizoyibik'emsamu
Inkinga zami ngiyibik'emsamu
Inkinga zami ngiyibik'emsamu
Mina ngizotshela uBaba
[Verse 20]
Ngcono ngiguqe ngedolo
Inkinga zami ngizoyitshel'uMdali
Inkinga zami ngizoyitshel'uBaba
Angeke ngitshele umhlaba
[Verse 21]
Manje inkinga zami ngiyibik'emsamu
Inkinga zami ngiyibik'emsamu
Inkinga zami ngiyibik'emsamu
Mina ngizotshela uBaba
[Verse 22]
Ngcono ngiguqe ngedolo
Inkinga zami ngitshel'uMdali
Inkinga zami ngitshel'uBaba
Angeke ngitshele umhlaba
[Verse 23]
Inkinga zami ngizoyibik'emsamu
Inkinga zami ngiyibik'emsamu
Inkinga zami ngiyibik'emsamu
Mina ngizotshela uBaba
[Outro]
Ngcono ngiguqe ngedolo
Inkinga zami ngizoyitshel'uMdali
Inkinga zami ngizoyitshel'uBaba
Angeke ngitshele umhlaba
Written by: Jabulani Hadebe, Lesego Nkooe, Molapo Malatji
instagramSharePathic_arrow_out

Loading...