制作
出演艺人
Sjava
声乐
Qwabe Twins
表演者
Mzukulu
声乐
Viggy Qwabe
声乐
Virginia Qwabe
声乐
作曲和作词
Jabulani Makhubo
作词
Sfanele Zulu
作词
Mfanafuthi Ruff Nkosi
作曲
制作和工程
Mfanafuthi Ruff Nkosi
制作人
歌词
[Intro]
Kahleni bafana
Kahleni ukungidlela umona
Intombi iqoma lay'thanda khona
Ngithi kahleni bafana
Kahleni ukung'nyundela
Intombi iqoma la ithanda khona
[Verse 1]
Bangak'tshela loku ngami
Bakutshele loku ngami
Alikh'isoka elingenasici banomona love
Bangak'tshela loku ngami
Baphinde bakutshele loku ngami
Hayi alikh'isoka elingenasici banomona ngawe love
[Verse 2]
Vele bashilo ukuthi wena awung'thandi
Ung'thandel' intozami
Vele yimi intozakho
Yilokho abajwaziyo
Ukukhuluma ngezami
Kodwa ezabo angiyingeni
Futhi angiyifaki
[Verse 3]
Ungowami wena, ungowami wena
Ungowami wena woh
Ungowami wena, ungowami wena
Ungowami wena woh
Ungowami wena, ungowami wena
Ungowami wena woh
Ungowami wena ungowami wena
Ungowami wena we
[Verse 4]
Kahleni bafana
Kahleni ukungidlela umona
Intombi iqoma lay'thanda khona
Ngithi kahleni bafana
Kahleni ukung'nyundela
Intombi iqoma la ithanda khona
[Verse 5]
Bangak'tshela loku ngami
Bakutshele loku ngami
Alikh'isoka elingenasici banomona love
Bangak'tshela loku ngami
Baphinde bakutshele loku ngami
Hayi alikh'isoka elingenasici banomona ngawe love
[Verse 6]
Nihambe kabi bafana
Nasindwa zinyawo
Vele bayokhuluma abantu
Kodwa amandla abanawo
Ukube iyathunyelwa inhliziyo
Beng'zoyithumela
Namhlanje ilale ngakuwe
(Namhlanje ilale ngakuwe)
[Verse 7]
Jikelele, jikelele
Jikelele, jikelele
Ngithanda wena wedwa
Jikelele, jikelele
Jikelele, jikelele
Ngithanda wena wedwa
[Verse 8]
Kahleni bafana
Kahleni ukungidlela umona
Intombi iqoma lay'thanda khona
Ngithi kahleni bafana
Kahleni ukung'nyundela
Intombi iqoma la ithanda khona
[Outro]
Bangak'tshela loku ngami
Bakutshele loku ngami
Alikh' isoka elingenasici banomona love
Bangak'tshela loku ngami
Baphinde bakutshele loku ngami
Hayi alikh' isoka elingenasici banomona ngawe love
Written by: Jabulani Makhubo, Mfanafuthi Ruff Nkosi, Sfanele Zulu