制作
出演艺人
MellowBone
表演者
Josiah De Disciple
表演者
Calvin Shaw
声乐
Log Junior
声乐
作曲和作词
Boitumelo Zulu
作曲
Josiah Makoela
作曲
制作和工程
MellowBone
制作人
Josiah De Disciple
制作人
歌词
[Intro]
Yhaa
Hhaybo
Hhaybo
Ekse
Ahh
Okay batshele mfana eish batshele
[Verse 1]
We nakhu ng'velelwa inkinga
We bakithi phela aning'size
We nakhu ng'velelwa inkinga
Indaba engaka anisize
[Verse 2]
Uthi ufuna ngimthathe ng'thumel iyinkomo
Ngithumele omalume bakhulume nabakibo
Ayi weh lengane ayingazi
La ngiphuma khona inyam'idliwa ingakhokhwa
Phela angithi s'khuphukil'isimo somnotho
Ikati lilele eziko noma iziko lilele kulo
Nami angisatholi ilobola iscam, eh angeke kodwa
[Verse 3]
Nizodlala le angeke nidlale ngam
Ngiphuma elokishini mina sbali angibhayizi
Nizodlala le angeke nidlale ngam
Streetwise mpintshi kop so bright mpintshi
[Verse 4]
Nizodlala le angeke nidlale ngam
Ngiphuma elokishini mina sbali angibhayizi
Nizodlala le angeke nidlale ngam
Yingakho angithi phela bangibiza ehh
[Verse 5]
Bangibiza ngqongqoshe
Mina inamba ng'yayigqobhoza yho
Intombi angiyiloboli
Ngiyithatha nge-Skoloto
[Verse 6]
Bangibiza ngqongqoshe
Mina inamba ng'yayigqobhoza
Intombi angiyiloboli
Ngiyithatha nge-Skoloto
[Chorus]
Bangibiza, bangibiza
Angiyiloboli, nge-skoloto
Bangibiza, bangibiza
Angiyiloboli, nge-skoloto
[Chorus]
Mina bangibiza, mina bangibiza
Angiyiloboli, nge-skoloto
Bangibiza bangibiza
Eye lobola angiyilokothi
[Bridge]
Yhaaa
Hhaybo
Hhaybo
[Verse 7]
We nakhu ng'velelwa inkinga
We bakithi phela aningsize
We nakhu ng'velelwa inkinga
Indaba engaka anisize
We nakhu ng'velelwa inkinga
We bakithi phela aningsize
[Verse 8]
Bangibiza ngqongqoshe
Mina inamba ng'yayigqobhoza
Intombi angiyiloboli
Ngiyithatha nge-Skoloto
[Verse 9]
Bangibiza ngqongqoshe
Mina inamba ng'yayigqobhoza
Intombi angiyiloboli
Ngiyithatha nge-Skoloto
[Chorus]
Bangibiza, bangibiza
Angiyiloboli, nge-skoloto
Bangibiza, bangibiza
Angiyiloboli, nge-skoloto
[Outro]
Mina bangibiza, mina bangibiza
Angiyiloboli, nge-skoloto
Bangibiza, bangibiza
Eye lobola angiyilokothi
Written by: Boitumelo Zulu, Josiah Makoela

