音乐视频
音乐视频
制作
出演艺人
Pixie L
表演者
Mhaw Keys
表演者
作曲和作词
David Mohau Matlaletsa
作曲
Lindiwe Faith Mabena
词曲作者
制作和工程
David Mohau Matlaletsa
制作人
歌词
Ladidi ladada ahaaaaa
Ayayihaa aha aha
Baba busisa
Imizamo yethu.
Baba pholisa
(baba uma ubusİsa abanye, nami ungikhumbule.) Amanxeba wethu. (Sibongele nalaba abaphumele, sithembele kuwe.)
Baba mawubusisa abanye, Nami ungikhumbule. Bathi asoze ngiphumele, oh, mina ngiyohluleka. Baba mawubusisa abanye nami ungikhumbule.
Sibongele nalaba abaphumelele.
Sithembele kuwe.
Baba mawubusisa abanye, Nami ungikhumbule. Bathi asoze ngiphumele, oh, mina ngiyohluleka. Baba mawubusisa abanye nami ungikhumbule.
Sibongele nalaba abaphumelele. Sithembele kuwe.
Babona inhlupheko yami Bona basheshe bahleka.
Abazi uyozisula iinyembezi.
Baba, uyalivala uhlazo.
Uthatha osemsamo umbeke emnyango.
Baba mawubusisa abanye, Nami ungikhumbule.
Bathi asoze ngiphumele,
oh, mina ngiyohluleka. Baba mawubusisa abanye nami ungikhumbule.
Sibongele nalaba abaphumelele. Sithembele kuwe.
Baba uma u (x4)
Baba uma u (x4)
Baba busisa
(Baba uma ubusisa abanye, nami ungikhumbule.) Imizamo yethu.
(Sibongele nalaba abaphumelele, sithembele kuwe. )
Baba mawubusisa abanye, Nami ungikhumbule.
Bathi asoze ngiphumele,
oh, mina ngiyohluleka. Baba mawubusisa abanye nami ungikhumbule.
Sibongele nalaba abaphumelele. Sithembele kuwe.
Written by: David Mohau Matlaletsa, Lindiwe Faith Mabena


