音乐视频

音乐视频

制作

出演艺人
Mnqobi Yazo
Mnqobi Yazo
表演者
作曲和作词
Lindokuhle Mqobi Msimango
Lindokuhle Mqobi Msimango
词曲作者
制作和工程
Siyabonga Mkhize
Siyabonga Mkhize
制作人

歌词

[Intro]
Ngikufisela ukuphola kwengqondo noku-healer kwenhliziyo yakho
Nxese ngane yakwethu nxese
Ngiyazi kuningi wena ubuwedwa mtaka baba
Nxese ngane yakwethu nxese
Leso s'gwebo sentambo awusi-deserve mtaka baba
Nxese ngane yakwethu nxese
Ngob'ithuna nalo alikufaneli mataka baba
Nxese ngane yakwethu nxese
[Verse 1]
Just laugh a little
Hleka kancane uzibone
Umuhle, umuhle ngane yakwethu
Just laugh a little
Hleka kancane mtaka baba
Umuhle, umuhle heh
[Verse 2]
Ayikho inkinga enqotshwa ithuna
Kodwa ithuna liyamnqoba umuntu
Funda ukuzixolela mangabe usanethuba
Ngoba ngale kwethuna alikho ithuba
[Verse 3]
Ngikufisela ukuphola kwengqondo noku-healer kwenhliziyo yakho
Nxese ngane yakwethu nxese
Ngiyazi kuningi wena ubuwedwa mtaka baba
Nxese ngane yakwethu nxese
[Verse 4]
Leso s'gwebo sentambo awusi-deserve mtaka baba
Nxese ngane yakwethu nxese
Ngob'ithuna nalo alikufaneli mataka baba
Nxese ngane yakwethu nxese
[Verse 5]
Do you wanna cry a little
Ufuna ukukhala
Ukhiphe lobobuhlungu obusenhliziyweni yakho
Cry a little
Noma ungakhala akusenandaba
Khipha lobobuhlu obusenhliziyweni yakho
[Verse 6]
Hayi awuwedwa ozwa lobuhlungu obungaka
Hayi awuwedwa
Ngoba ngithi hayi awuwedwa ozwa lobuhlungu obuzwayo
Hayi awuwedwa hayi
[Verse 7]
Ngikufisela ukuphola kwengqondo noku-healer kwenhliziyo yakho
Nxese ngane yakwethu nxese
Ngiyazi kuningi wena ubuwedwa mtaka baba
Nxese ngane yakwethu nxese
[Outro]
Leso sgwebo sentambo awusi-deserve mtaka baba
Nxese ngane yakwethu nxese
Ngob'ithuna nalo alikufaneli mataka baba
Nxese ngane yakwethu nxese
Written by: Lindokuhle Mqobi Msimango
instagramSharePathic_arrow_out

Loading...