音乐视频

音乐视频

制作

出演艺人
Shongwe & Khuphuka Saved Group
Shongwe & Khuphuka Saved Group
领唱
作曲和作词
Bishop E Shongwe
Bishop E Shongwe
词曲作者
制作和工程
Bishop E Shongwe
Bishop E Shongwe
制作人

歌词

Awu, lendoda engu Lucifa
Yayisebenzisa kakhulu indlala
Kuze silandele izinto
Ezisicabanisa no Jehova
Awu, lendoda engu Lucifa
Yayisebenzisa kakhulu indlala
Kuze silandele izinto
Ezisicabanisa no Jehova
Ngithi lendoda engu Lucifa
Yayisebenzisa kakhulu indlala
Kuze sigijimise izinto
Ezisicabanisa no Jehova
Wam'bamba ngokulamba kwakhe (Wam'bamba ngokulamba kwakhe)
Wam'bamba ngokweswela kwakhe (Wamenzisa imihlolo)
Wamenzisa imihlolo (Wam'bamba ngokweswela kwakhe)
Wam'bamba nge ndlala lomuntu (Wamenzisa imihlolo)
Wam'bamba ngokweswela (Wam'bamba ngokweswela kwakhe)
Wam'bamba ngokuhlupheka kwakhe (Wamenzisa imihlolo)
Wam'bamba ngokweswela kwakhe (Wamuhlula ngokulamba kwakhe)
Wam'bamba ngendlala awu, Sathane (Wamenzisa imihlolo)
Wamenzisa izinto (Wa'mbamba ngokulamba kwakhe)
Wam'bamba ngendlala maye (Wamenzisa imihlolo)
Abanye, ngayona lendlala (Abanye ngayona lendlala)
Nabo bashona empumalanga (Nabo bashona empumalanga)
Bayolanda izinto (Bayolanda nabo izinto, okwabo nabo bayazesaba)
Abanye ngenxa ye ndlala (Abanye bayoyona lendlela)
Abanye ngenxa ye ndlala (Nabo bashona empumalanga)
Aah, balanda izinto (Bayolanda nabo izinto, okwabo nabo bayazesaba)
Nabo bayazesaba (Abanye ngayona lendlala)
Ngayona lendlala (Nabo bashona empumalanga)
Ngiyaba bona (Bayolanda nabo izinto)
Balanda izinto (Okwabo nabo bayazesaba)
Abanye, bahleli nezinyoka endlini (Abanye bahleli nezinyoka endlini)
Baxoxa nabo sgujana (Abanye baphila nabo sgujana)
Lamulela Baba (Abanye bahleli nezinyoka endlini)
(Kuyayiwa lena emphelandaba)
Abanye ngenxa ya lendlala (Abanye bahleli nezinyoka endlini)
Bahleli nezinyoka endlini (Abanye baphila nabo sgujana)
Bakhuluma nezinto nabo abazazi (Abanye bahleli nezinyoka endlini)
Lamulela Jesu (Kuyayiwa lena emphelandaba)
Kuyayiwa (Abanye bahleli nezinyoka endlini)
Kuyayiwa maye (Abanye baphila nabo sgujana)
Kuyayiwa la (Abanye bahleli nezinyoka endlini)
Awu, kuyayiwa Baba khona (Kuyayiwa lena emphelandaba)
Kuyayiwa, wam'bamba ngokulamba kwakhe (Wam'bamba ngokulamba kwakhe)
Wamenzisa izinto (Wam'bamba ngokweswela kwakhe)
Mulamulele Nkosi (Wamenzisa imihlolo)
Mulamulele Baba (Wam'bamba ngokuswela kwakhe)
Indlala isibulala (Wamenzisa imihlolo)
Wasidlisa izinto uSathane (Wam'bamba ngokuswela kwakhe)
(Wamenzisa imihlolo)
Abanye (Abanye ngayona lendlala)
Ngayona lendlala (Nabo bashona empumalanga)
Bashona empumalanga (Bayolanda nabo izinto)
Bayolanda izinto (Okwabo nabo bayazesaba)
Ngiyababona bayehla (Abanye ngayona lendlala)
Ngayona lendlala (Nabo bashona empumalanga)
Oh, nenxeku ze Nkosi phakathi (Bayolanda nabo izinto)
Bayolanda izinto (Okwabo nabo bayazesaba)
Maye, Jesu lamula (Abanye bahleli nezinyoka endlini)
Abanye sebehleli nenyoka endlini (Abanye baphila nabo sgujana)
Abanye bakhuluma nezinto (Abanye bahleli nezinyoka endlini)
Awu, nabo bayazesaba (Kuyayiwa lena emphelandaba)
Kuyayiwa (Abanye bahleli nezinyoka endlini)
Kuyayiwa, kuyayiwa (Abanye baphila nabo sgujana)
Ee mfundisi kuyayiwa (Abanye bahleli nezinyoka endlini)
Iyabuya iNkosi yama khosi (Kuyayiwa lena emphelandaba)
Iyabuya iNgwenyama (Wam'bamba ngokweswela kwakhe)
Wam'bamba ngokweswela kwakhe (Wamenzisa imihlolo)
Wamenzisa izinto (Wam'bamba ngokweswela kwakhe)
Wam'bamba ngokweswela kwakhe (Wamenzisa imihlolo)
Siyavuma nihluphekile (Wam'bamba ngokweswela kwakhe)
Kodwa yini lena? (Wamenzisa imihlolo)
Ifunani inyoka ekhaya? (Wam'bamba ngokweswela kwakhe)
Ifunani isgujana? (Wamenzisa imihlolo)
Iyekele lento (Wamenzisa imihlolo)
Ngenxa yendlala mfundisi, nawe ungasulahlekelwe izulu
Ngayona lendlala (Abanye ngayona lendlala, nabo bashona empumalanga)
Nabaya nabaya, eyi (Bayolanda nabo izinto)
Balanda izinto (Okwabo nabo bayazesaba)
Mase ufile lapha ekhaya kuyobayinkinga (Abanye bahleli nezinyoka endlini)
Abanye banezinyoka endlini (Abanye baphila nabo sgujana)
Baphila nabo sgujana (Abanye bahleli nezinyoka endlini)
Nezinyoka endlini, kuyayiwa (Kuyayiwa lena emphelandaba)
Wam'bamba ngokweswela kwakhe (Wam'bamba ngokweswela kwakhe)
Wamenzisa imihlolo (Wamenzisa imihlolo)
Wam'bamba ngokweswela kwakhe (Wam'bamba ngokweswela kwakhe)
(Wam'philisa imihlolo)
(Wam'bamba ngokweswela kwakhe)
(Wam'philisa imihlolo)
Written by: Bishop E Shongwe
instagramSharePathic_arrow_out

Loading...