制作
出演艺人
Gcobisa The Mercy
伴唱
作曲和作词
Thembekile Duma
词曲作者
Mduduzi Shezi
词曲作者
制作和工程
Inyoni Endala
工程师
Internet Circle Entertainment
录音工程师
Stofu Sama1000
制作人
歌词
Tshuku Tshuku Tshuku
Tshuku Tshuku Tshuku
Tshuku Tshuku Tshuku
Soba happy magriza, happy magriza
Ahh ngifuna ukuphumelela usaphila
Ngicel' uNkulunkulu azak'gcine salukwazi
And forever ngiyakudinga uzongena uMadiba

Ngicel' uNkulunkulu azak'gcine
Phela Mina nguw'mzukulu
(Phela Mina nguw'mzukulu)
Mowuzocika ugogo uzovele ungivukuze
Eh mfanakithi
(Ungalinge unginyanyise)
Ngizovele ngikudubule
Angikhuliswanga kanjalo (Kanjalo)
Ukuthi nje Mina ugogo ngiyathanda (ngiyamthanda)
Nalestezi asifunayo Mina ngizosakha (Ngizosakha)
Coca-Cola everyday uzoyshaya (Uzoyiphuza)
Flat screen e'dining ngizoyifaka (ngizoyifaka)
Ngizoyifaka (Ngizoyifaka)
Ugogo esaphila (Esaphila)
Ngifuna ukuphumelela ugogo esaphila
Ngifuna ukufaka i-grocery ugogo esaphila
Ngifuna ukuvela kwiTV esaphila
Ngimvakashise yonke i-Africa
Ngifuna ukuthenga ikari ugogo esaphila
Khona ngizom' driver ayempeshenini
Tshuku Tshuku Tshuku
Aw' Salukwazi
Tshuku Tshuku Tshuku
Salukwazi
Tshuku Tshuku Tshuku
Aw' gogo
Aw' salukwazi
Soba happy magriza, happy magriza
Ahh ngifuna ukuphumelela usaphila
Ngicel' uNkulunkulu azak'gcine salukwazi
And forever ngiyakudinga uzongena uMadiba
Ahh ngifuna ukuphumelela usaphila
Ngicel' uNkulunkulu azak'gcine salukwazi
Soba happy magriza, happy magriza
Ahh ngifuna ukuphumelela usaphila
Ngicel' uNkulunkulu azak'gcine salukwazi
And forever ngiyakudinga uzongena uMadiba
(Tshuku Tshuku Tshuku)

Ngijah' ukuzwa uthi "Inhlupheko awusayazi"
Ngijah' ukuzwa uthi "Inkosi ikubusise mfan' wami"
Ngisazoshintsha isimo ekhaya Gogo ngiyakuthembisa ngalespani sami
Wangenza indoda wangikhulisa ngibonga yona itrap' trapu

Written by: Mduduzi Shezi, Thembekile Duma