制作
出演艺人
Jabulile Majola
声乐
Thando Zide
声乐
Ross Dorkin
钢琴
作曲和作词
Jabulile Majola
词曲作者
Thandokazi Phanyaphanya
词曲作者
制作和工程
Mike Zietsman
母带工程师
Ross Dorkin
混音工程师
歌词
[Intro]
Mina
Ngicela isineke ezintweni
Eziphum' emlonyeni yethu
Yekel' iyntatheli
Ondabeni abahleli emasangweni
Ethu eskseni
[Verse 1]
Abayinameli neze intwenhle
Ng’cela uphephe emphefumulweni
Noma ingubo yethemba iphela emphethweni
[Verse 2]
Kuningi okungaphons' umuntu ekufeni
Ng'celung' tshel' okusengqondweni
Iy’nhlungu zonke zothando zigcwele emehlweni
[Verse 3]
Ingxoxo iphelela ematheni
Imibono icathuza emoyeni
Nakhu siphela emalahleni
[Verse 4]
Ingxoxo iphelela ematheni
Imibono icathuza emoyeni
Nakhu siphela emalahleni
[Verse 5]
Emalahleni
Lento ikuwe
Kumele wale
Ngawe
[Verse 6]
(Ungakwenqeni ukuziqoqa ukhumbule ukuthi) Ukuthi imfihlo yempilo
Ukuphilisana nabanye abantu
Zikhona iintliziyo ezinesineke
[Verse 7]
Oh mina, mina
Ngicela kungabi noyedwa ofela ngaphakathi
Oh mina, mina
Ngicela kungabi noyedwa ofela ngaphakathi
[Verse 8]
Imibono icathuza emoyeni
Ngicela kungabi noyedwa ofela ngaphakathi
Ingxoxo iphelela ematheni
Imibono icathuza emoyeni
Ngicela kungabi noyedwa ofela ngaphakathi
[Verse 9]
Nakhu siphela emalahleni
Nakhu siphela emalahleni
Nakhu siphela emalahleni
[Outro]
(Kukuwe konke) Kukuwe konke
Kukuwe konke
Kukuwe
Written by: Jabulani Majola, Thandokazi Phanyaphanya