制作

出演艺人
Imacsoul
Imacsoul
表演者
Malusi Menzi Dlodlo
Malusi Menzi Dlodlo
领唱
Nosipho Khuzwayo
Nosipho Khuzwayo
领唱
Vukani Cele
Vukani Cele
萨克斯管
作曲和作词
Malusi Menzi Dlodlo
Malusi Menzi Dlodlo
词曲作者
制作和工程
Dennis Mdluli
Dennis Mdluli
制作人
Sifiso Mnyimbane
Sifiso Mnyimbane
制作人

歌词

LENGANE (Ft. NUE SAM)
Awu lengane
Ithi ikufuna wedwa ngoba wazi okuningi,
Awuu Lengane
Ithi ikufuna wedwa ngoba wazi okuningi,
Uyinikani kangaka
isithi ikufuna wedwa ngoba wazi okuningi,
Uyinikani kangaka
isithi ikufuna wedwa ngoba wazi okuningi,
Hawu lengane
(Bathi lengane uyenzani)
Ithi ikufuna wedwa ngoba wazi okuningi,
(Wayidlisa umuthi na?)
Awuu Lengane
(Bathi lengane uyenzani)
Ithi ikufuna wedwa ngoba wazi okuningi,
(Wayidlisa umuthi na?)
Uyinikani kangaka
(Ngiyinike uthando)
isithi ikufuna wedwa ngoba wazi okuningi,
(Lengane ithola okuyifanele kimi)
Uyinikani kangaka
(Hhey ngiyinike uthando)
isithi ikufuna wedwa ngoba wazi okuningi,
Aw hhey,
Uthando nesineke
Inqaba kakutshelwana,
iyekeleni iyekeleni ingane into eyenzayo,
Hhey kulengane masikhonza sobabili ngishaya intshumayelo ehambayo,
Yathanda nokuthi mhla ngithi ngiyayithanda ngayithanda ngothando olusebenzayo,
Ithanda ukwehluka kwam Lengane
Ithanda inhlonipho yami lengane,
Ey lona engangifela
ngami ingambelwa phansi lengane,
Yakhothozisa amaningi amasoka
Babeyini ovula uvale kulengane,
Ngimcofa cofa ngelobuciko ipeni
Mayethi bhinca lami ngibhale,
Hawu lengane
(Bathi lengane uyenzani)
Ithi ikufuna wedwa ngoba wazi okuningi,
(Wayidlisa umuthi na?)
Awuu Lengane
(Bathi lengane uyenzani)
Ithi ikufuna wedwa ngoba wazi okuningi,
(Wayidlisa umuthi na?)
Uyinikani kangaka
(Ngiyinike uthando)
isithi ikufuna wedwa ngoba wazi okuningi,
(Lengane ithola okuyifanele kimi)
Uyinikani kangaka
(Hhey ngiyinike uthando)
isithi ikufuna wedwa ngoba wazi okuningi,
Lengane ithola okuyifanele kimi
(Ngiyinike uthando lwami)
Ngiyinika uthando
Lengane ithole okuyifanele
Ungasoli ingane ithola indoda
Eyinika uthando
Lengane ithole okuyifanele
Aw bakithi lengane
Nobunye ubuntu obungathengwa ngemali,
Kuthiwa mawuthole intombi eziphethe kahle iphathise okwezikhali zamantungwa ombulazi,
okwekhethelo amanzi eCoconut
Ai lona nguye ngimfunge ubaba
Mina nalengane uthandolwethu olwemimoya neyidalwa,
Uyinikani kangaka
(Ngiyinike uthando)
isithi ikufuna wedwa ngoba wazi okuningi,
(Lengane ithola okuyifanele kimi)
Uyinikani kangaka
(Hhey ngiyinike uthando)
isithi ikufuna wedwa ngoba wazi okuningi,
Lengane ithola okuyifanele kimi.
Written by: Malusi Menzi Dlodlo
instagramSharePathic_arrow_out

Loading...