音樂影片

Ilanga (Enoo Napa Travellerz Remix)
觀看 {artistName} 的 {trackName} 音樂影片

積分

出演艺人
Kingsfiso
Kingsfiso
表演者
作曲和作词
Mbuso Khoza
Mbuso Khoza
词曲作者

歌詞

Njengempi yasesandlwane Liyomi'lange mini, Thando lwami nawe, Zimpande zalo, Ziminguna phakade, Ngoba hiiii hiiii hiii, Umangakhohlwa nguwe, Ilanga loshone'mini, Mangalibala nguwe, Ilanga loshone'mini, Bazamile abomndeni, Ukuzwa ngawe, Kodwa mina ngifunge ngagomela Ukuthi, Ilanga loshone'mini, Uthando lwami nawe mtanomuntu Aliyindawo, Kuyofika izikhukhula nemimoya, Ilanga loshone'mina, Njengempi yasesandlwane Liyomi'lange'mini, Thando lwami nawe, Zimpande zalo zimingunaphakade, Ngiyohlala nawe mina nja-lo, Mangalibala nguwe, Ilanga loshone'mini, Mangilibala uthandolwakho, Kuyocimi'zibane'moyeni Wami, Ngeke ngeke ngakushiya, Ilanga loshone'mini, Ilanga loshone'mini, Ilanga loshone'mini, Angiziboni'mtwano muntu Ngiphila ngaphandle kwakho, Ukumoyizela kwakho kufana Noju emoyeni wami olugwadule, Ilanga loshone'mini, Ay ayayayayimpela nje, Ilanga loshone'mini, Oh ayayayayayooo heeeh, Ilanga loshone'mini,
Writer(s): Mbuso Khoza, Sifiso King Sibisi Lyrics powered by www.musixmatch.com
instagramSharePathic_arrow_out