歌詞

Baby (my love), you the one that I love Baby (baby) you the man of my life Baby, baby, baby you the I love Baby (sweet love, sweet love) you're the man of my life Syaxabana syahlukana sphinde sxolelane Yaz lento ngathi umdlalo kanti cha uthando Bebes'hleka bethi ayikh lent Esiyzamayo kodwa bhekesebecela amaAdvise othando Nabangan baya complain bathi undlisi intando Banomona ngoba ngingasaspend iskhath nabo Banak indaba zeth besahlulw ezabo Maduze kuzokikiza uzoba u Mrs. Mbambo For wena ngengayek utshwala ifolishi Ngizmisele ungangenza ngihlekwi ilokishi Bathi into yethi ayikh straight iSomizi Tshela mina angek' ung'lahle please promise me Ang'namahloni nom' ikuphi amanzi e orintshi Ngibatshelile ekhaya ukuthi mina ngizokh' ipentshisi Baby tshela mina uready ukuba u Mrs Ng'funa bazi bonke k'phuza mina kulenkomishi Baby (baby) you the one that I love Baby (baby) you the man of my life Baby (baby) you're the one that I love (Baby) ah no ngiyazi izimo obuhambisana nazo yabo angik'zibi Bheka eish bebek'hleka bethi ujola noskhotheni Oh buboneni umculi lo uyacheater akabambeki Plus akabubeki ugangstar lo istayela akana taste Kodwa ng'thola ama whatsapp pub ubeng'seduce eceleni Ngiyazi uyang'themba ngiyazi futhi ngami uyaz'qhenya Maw'ngekho phambikwami uyazi ilova iyazwela Bathi imali noma ibhokisi ngawe ngiyazifela Uletha umfudumalo qondile ilova uyayiblesa Uthando lweguluva baby asoze lwaphela Lishaya ngaphakathi inhliziyo mamatheka Umlilo omkhulu lona ngithath' uk'bheka yona kuphela Ngiyaz' uthanda mina baby wena not amaphepha Ngithanda mas'jabula ngik'teketisa usuhleka Ngik'phazamise emabhodweni ekhishini upheka Uthando lweqiniso lolu alusoze lwaphela Bacathi umlilo wamaphepha bathi lent' izophela Baby (baby) you the one that I love Baby (baby) you the man of my life Baby (baby) baby (baby) you're the man of my life Baby (baby) you the one that I love Baby (baby) you the man of my life Baby (baby) you're the one that I love Baby (baby) you the man of my life
Writer(s): Champ Tile, Duncan Mbambo, Ngane Sikobi Lyrics powered by www.musixmatch.com
instagramSharePathic_arrow_out