音樂影片

Usukulude
觀看 {artistName} 的 {trackName} 音樂影片

收錄於

積分

出演艺人
Mlindo The Vocalist
Mlindo The Vocalist
表演者
作曲和作词
Lindokuhle Mgedezi
Lindokuhle Mgedezi
作曲
Themba Sekowe
Themba Sekowe
作曲
Howard Gomba
Howard Gomba
作词
Malibongwe Mhlauli
Malibongwe Mhlauli
作曲
制作和工程
Themba Sekowe
Themba Sekowe
制作人

歌詞

Uh, uh, uh Uh, uh, uh, weh Uh, uh, uh, weh Usukulude, lude singalwanga Usukulude, lude singalwanga Njalo amacala, amacala uwelele Lude singalwanga Njalo amacala, amacala uwelele Lude singalwanga Ngahlangana nebhodw'emnyango Ngizula beng'vika amanzi abilayo Mina nethawul' lemanzi siyazwana kulamalanga Angazi sibangani mntan'omuntu Mina ngiyayisebenzel' iyingane ilala idlile kodwa Imfudumalo ayikho la ekhaya sthandwa sami Uma ngiwushiya lomhlaba Ngimelwa yinhliziyo ungakhali Ngibulawe nguwe Usukulude, lude singalwanga (hhay' weh, hhay' weh) Usukulude, lude singalwanga (hhay' weh, hhay' weh) Njalo amacala, amacala uwelele Lude singalwanga Njalo amacala, amacala uwelele Lude singalwanga Noma kunzima, noma kulukhuni bo Hhayi ngoba ngiyak'thanda mina ngizohlala nawe Noma kunzima, noma kulukhuni weh Ngoba ngiyak'thanda, ayi ngiyohlala nawe Mina ngiyay'sebenzеl' iyingane ilala idlile kodwa Imfudumalo ayikho la ekhaya sthandwa sami Uma ngiwushiya lomhlaba Ngimеlwa yinhliziyo ungakhali Ngibulawe nguwe Usukulude, lude singalwanga (hhay' weh, hhay' weh) Usukulude, lude singalwanga (hhay' weh, hhay' weh) Njalo amacala, amacala uwelele Lude singalwanga Njalo amacala, amacala uwelele Lude singalwanga Noma kunzima (hhay' weh), noma kulukhuni (hhay' weh) Ngoba ngiyak'thanda (ng'zobambelela mama) Noma kunzima (hhay' weh), noma kulukhuni (hhay' weh) Ngoba ngiyak'thanda (ng'zobambelela mama) Noma kunzima (hhay' weh), noma kulukhuni (hhay' weh) Ngoba ngiyak'thanda (ng'zobambelela mama) Noma kunzima (hhay' weh), noma kulukhuni (hhay' weh) Ngoba ngiyak'thanda (ng'zobambelela mama) Noma kunzima (hhay' weh), noma kulukhuni (hhay' weh) Ngoba ngiyak'thanda (ng'zobambelela mama) Noma kunzima (hhay' weh), noma kulukhuni (hhay' weh) Ngoba ngiyak'thanda (ng'zobambelela mama)
Writer(s): Themba Sekowe, Lindokuhle Mgedezi, Howard Thabang Gomba, Malibongwe Mhlauli Lyrics powered by www.musixmatch.com
instagramSharePathic_arrow_out