音樂影片
音樂影片
積分
演出藝人
Mlindo The Vocalist
演出者
Nathi
演出者
詞曲
Mlindo The Vocalist
作曲
Nathi
作曲
Thabang Howard Gomba
作曲
Thabo Martin Ngubane
作曲
Austin Baloyi
作曲
製作與工程團隊
Thabang Howard Gomba
製作人
Thabo Martin Ngubane
製作人
Austin Baloyi
製作人
Themba Sekowe
製作人
歌詞
[Verse 1]
Weh bafwethu, mmmmm
Ngicela ning'cabangisise
Weh bafwethu mmmm
Ngicela ning'bonise
[Verse 2]
Ever since ngifike la egoli
Kudliwa imal' yam'
Noma ngihleli namathekeni
Or amajita, hayi still kuyafana
[Verse 3]
Bathi faki mali uzobona weh
Ufaki mali uzobona
Ufaki mali uzobona weh
Ufaki mali uzobona mmmm
[Verse 4]
He bafwethu mina ngiya'cela
Hayi ngiyekeni
Ngoba nayi imal yam iphela
Hayi ngiyekeni
He bafwethu mina ngiya'cela
Hayi ngiyekeni
Ngoba nayi imali yam iphela
Hayi ngiyekeni
[Verse 5]
Bathi faki'mali uzobona weh
Ufaki mali uzobona
Ufaki mali uzobona weh
Ufaki mali uzobona mmmm
[Verse 6]
Mna ndi ndodwa ekhaya
Ndi swipha ndodwa apha
Bavele bathi bamba la, uphuze la
Usathi uyaphuza, swipha la
Uthengele wonk'umuntu
[Verse 7]
Umulahlile uyadliwa
Vezimali
Ah, vezimali
Nom'ungafun ukwaliwa
Vezimali, ah
Vezimali
[Verse 8]
Mali weh
Mali weh
Umhlaba uyajikeleza
Nabantu bayajikelana
Mali weh
Mali weh
Umhlaba uyajikeleza
[Verse 9]
Masithi uyathandana nomuntu wakho
Umntu wakho yena uthanda ema partini
Ema partini ke kukhona maxhalanga
Amaxhalanga afun' uk'bhubhula umuntu wakho
Aphinde athathe imali yakho
[Verse 10]
Uyathandana nomuntu wakho
Umuntu wakho yena uthanda ema partini
Ema partini ke kukhona maxhalanga
Amaxhalanga afun' uk'bhubhula umuntu wakho
Aphinde athathe imali yakho
[Verse 11]
Mali (Mali)
Yenz'umhlab ujikeleze
Nabantu bajikelane
[Verse 12]
Mali (Mali)
Yenz'umhlab ujikeleze
Nabantu bajikelane
[Verse 13]
Umungafun' ukwaliwa
Vezimali
Vezimali
[Verse 14]
Umungafun ukwaliwa
Vezimali
Written by: Austin Baloyi, Mlindo The Vocalist, Nathi, Thabang Howard Gomba, Thabo Martin Ngubane, Themba Sekowe

