音樂影片

音樂影片

積分

演出藝人
Lira
Lira
演出者
詞曲
Lerato Molapo
Lerato Molapo
作曲家
Robin Kohl
Robin Kohl
作曲家

歌詞

Nguwen' obengimcela kumdali wam
Ma ngikhuleka ngingedwa
Ngicela uthathe isandla sami
Unginik' uqobo lwakho
Kuze kube ngunaphakade
Naphakade, naphakade
Ngifun' ukuba nawe namhlanje
Kuze kube ingunaphakade
Kuze kube ngunaphakade
Sengimtholil' engizohlala naye
Ngakh' impilo naye ngimthokzise
Wena uyintokozo yam
Uyisipho esihle empilweni yami
Ivulekl' inhliziyo yami
Oh manje sengiholwa nguthando
Ngikunika lonke ithemba lam
O akukh' ukungabaza
Ngingowakho ngunaphakade
Kuze kube ngunaphakade
Naphakade, naphakade
Ngifun' ukuba nawe namhlanje
Kuze kube ingunaphakade
Kuze kube ngunaphakade
Ngifun' ukuba nawe ngoba
Ngibonga ngalolu thando onginika lona
Ngibonga nangenhlonipho ongibonisa yona
Ngibonga nangegama lakho ongipha lona
Lona, lona
Ngifun' ukuba nawe phakade
Naphakade, naphakade
Ngifun' ukuba nawe namhlanje
Kuze kube ingunaphakade
Kuze kube ngunaphakade
Ngifun' ukuba nawe phakade
Naphakade, naphakade
Ngifun' ukuba nawe namhlanje
Kuze kube ingunaphakade
Kuze kube ngunaphakade
Ngifun' ukuba nawe phakade
Written by: Lerato Molapo, Robin Kohl
instagramSharePathic_arrow_out

Loading...