收錄於
類似的歌曲
積分
出演艺人
Dj Stokie
DJ
Sir Trill
演唱
Nobantu Vilakazi
演唱
Murumba Pitch
演唱
作曲和作词
Nobantu Vilakazi
词曲作者
Murumba Pitch
词曲作者
Mzwakhe Tumelo Zwane
词曲作者
制作和工程
Dj Stokie
制作人
Loxion Deep
制作人
歌詞
Bathi bashay'inamba
Ngiyoke ngibone
Ngiyoke ngibone mina [Ngiyoke ngibone mina
Bathi bashay'inamba
Soke Sibone
Soke sibone mina [Soke sibone mina
Hhay'uStokoloko ufikile
Ubashayela inamba
Kaze bawonephi na [Kaze bawonephi na
Hhay'uStokoloko ufikile
Ubagaxa ngenamba
Kaze bawonephi na
Bathi vele kwazi bani
Mhlambe namhla mfana kithi
Sjaiva kokugcina
Bath'uStokie inkinga
Bathi nank'amaphoyis'azoncima
Bathi vele kwazi bani
Mhlambe namhla mfana kithi
Sjaiva kokugcina
Bath'uStokie inkinga
Bathi nank'amaphoyis'azoncima
Asimbonang'uStokoloko
Laph'ekhona
Laph'eshaya khona
Asimbonang'uStokoloko
Laph'ekhona
Laph'eshaya khona
Awungitshele Stokoloko
Labantu bakhala ngawe
Kanti yini yona lena
Wasuhlupha kangaka
Awungitshele Stokoloko
Labantu bakhala ngawе
Kanti yini yona lena
Wasuhlupha kangaka
Asinavalo
Abasiyeke thina
Abasiyеkeleni
Senz'esidume ngakho
Asinavalo
Abasiyeke thina
Abasiyekeleni
Senz'esidume ngakho
Bona bayasaba
Mayefika uStokie
Bavele babamb'ikhanda
Khona manje ziwa toti
Bona bayasaba
Mayefika uStokie
Bavele babamb'ikhanda
Khona manje ziwa toti
Bathi vele kwazi bani
Mhlambe namhla mfana kithi
Sjaiva kokugcina
Bath'uStokie inkinga
Bathi nank'amaphoyis'azoncima
Bathi vele kwazi bani
Mhlambe namhla mfana kithi
Sjaiva kokugcina
Bath'uStokie inkinga
Bathi nank'amaphoyis'azoncima
Asimbonang'uStokoloko thina
Laph'ekhona
Laph'eshaya khona
Asimbonang'uStokoloko thina
Laph'ekhona
Laph'eshaya khona
Writer(s): Thabang Mangolo, Nobantu Audrey Vilakazi, Simphiwe Ncube, Mzwakhe Tumelo Zwane, Setoki Mac Mbatha
Lyrics powered by www.musixmatch.com