類似的歌曲
積分
出演艺人
Senzo Khumalo
表演者
作曲和作词
Senzo Khumalo
词曲作者
歌詞
Kuseyimi lo
Simakade kuseyimi lo
Ngake ngafika kuwe ngikhala
Manje seng'zobonga
Ngab'uyangibona na
Kuseyimi lo
Simakade kuseyimi lo
Ngake ngafika kuwe ngikhala
Manje seng'zobonga
Ngab'uyangibona na
Mhlamb'uzongikhumbula
Ngafika kuwe ngimanikiniki
Wangibamba wangigona
Ngab'usangibona na
Yimi lona wamsula inyembezi
Lasebehlehle bonk'engibaziyo
Yimina lona Baba yayaya
Uyangibona na
Kuseyimi lo
Ngafika kuwe ngimanikiniki
Kuseyimi lo oway'ekhal'inyembezi
Sebemdelile, sebemhleka abantu
Ngab'uyangibona sengibuya senginje
Ngab'uyangibona sengimhlophe qhwa
Ngab'uyangibona usuyiphendulil'imithandazo yami
Kuseyimi lona
Kuseyimi lona
Ngab'uyangibona na
Kuseyimina lona
Simakade kuseyimi lona
Owamenza wabamuhl'ezizweni
Ingabe usangibona na
Kuseyimina lona
Kuseyimina owangigeza
Ngabe uyangibona na
Kuseyimi lona
Simakade kuseyimi lona
Ngake ngafika kuwe ngikhala
Manje sengIzobonga
Ngab'uyangibona na
Kuseyimi lona
Kuseyimi lona
Ngab'uyangibona na
Writer(s): Senzo Last-boy Khumalo
Lyrics powered by www.musixmatch.com