類似的歌曲
積分
出演艺人
Lungi Naidoo
表演者
作曲和作词
Mthokozisi Msomi
作曲
Ndumiso Luthuli
词曲作者
Nokulunga Naidoo
词曲作者
歌詞
Inhliziyo yam' ukuphola mawungekho
Eduze nami ngicelubuye
Uzohlala nami, ngoba wena uyisiphephelo sami
Laph' ukuphila kwami kukhona
Ngingayaphi? Mang'suka kuwe
Ngob' amadl' okuphilakuwe
S'thandwa sami, ngicel' uhlale nami yeah
Ngihlala ngiphupha ngawe, ngixoxa ngawe
Oh! Baby ngiyakuthanda Hawu lami
Bazamil' ukungihlukanisa nawe, but I know, I know
Mina ngiyaz' uthanda mina ngedwa sondela
Sondela, sondela, sondela
Umoya wami, awuyithol' indawo
Wena mawungekho eduze kwami
Inqhondo yami, iyaphithana
Wena mawungekho eduzekwami
Impilo yami ayiphelelanga
Wena mawungekho lapha kimi
Umoya wami, awiyithol' indawo
Wena mawungekh' eduze nami
Ngithol' ifundumalo lapha kuwe
Ngithol' injabulo
Uban' oyoval' iskhala sakho
Wena mawusuka kimi, ngiyakuthanda bambo lwami
Uyikho konk' empilweni yami
Uma ngisuka kuwe ngoba yini na?
Moya wami, awuyithol' indawo
Wena mawungekh' eduze nami
Inqondo yami iyaphithana
Wena mawungekh' eduze nami
Impilo yami, ayiphelelanga
Wena mawungekho lapha kimi
Umoya wami, awuyithol' indawo
Wena mawungekh' eduze kwami
Writer(s): Julie Nokulunga Naidoo, Tererai Ron Kamhiriri, Mthokozisi Comfort Msomi, Collen Ntala Mmotla, Ndumiso Wonder Luthuli
Lyrics powered by www.musixmatch.com