類似的歌曲
積分
演出藝人
Pure Magic
演出者
詞曲
Sizwe Zako
作曲
Vuyo Mokoena
作曲
歌詞
We bathandwa yeki nhlanhla
Yoku kholwa kuy'uJesu
Noku phathwa ezakh' izandla
Asiyise ekhaya ngale
Kuzo hlatshelelwa khona
Beshu hallelujah, beshu hallelujah
Njengomfula ohlokoma
Kundunyiswe inkosi ngale
Emhlabeni inhlupheko
Zithulisa ihubo lethu
Kodwa lapho zingasekho
Lophelela ihubo lethu
Kuzo hlatshelelwa khona
Beshu hallelujah, beshu hallelujah
Njengomfula ohlokoma
Kundunyiswe inkosi ngale
Mangabikho osalayo
Mhla' bangcwele beyo bizwa
Nxa inkosi ivalayo
Angabikho ojabhayo qha
Kuzo hlatshelelwa khona
Beshu hallelujah, beshu hallelujah
Njengomfula ohlokoma
Kundunyiswe inkosi ngale
Writer(s): Vuyo Mokoena
Lyrics powered by www.musixmatch.com