積分
演出藝人
Mpumi
演出者
詞曲
Nompumelelo Claudia Mzobe
作曲
Gift Selaelo Morukhuladi
作曲
製作與工程團隊
Mvzzle
母帶工程師
歌詞
[Intro]
Ngiyazi ng’yahluleka
Kodw’ ukwehluleka kwami
Bahlekisa ngami
Babukisa ngami
[Verse 1]
Bawakhomba wonk’ amaphuth’ ami
Nezici zami
Bahlekisa ngami
Babukisa ngami
Ngiyazi ngiyahluleka
[Verse 2]
Asikh' is'dingo sokuthi ningikhomb' izici
Izici
Ning'ibek'amabala, ngamabala, ngamabala
Asikh' is'dingo sokuthi ningikhomb' izici
Izici
Ning'ibek'amabala, ngamabala, ngamabala
[Verse 3]
Anideli na, anideli na
Ningcofana nami
Ningcofana nami
Ningibek'izici
[Verse 4]
Bawakhomba wonk’ amaphuth’ ami
Nezici zami
Babukisa ngami
Bahlekisa ngami
[Verse 5]
Ngiyazi ngiyahluleka
Asikh' is'dingo sokuthi ningikhomb' izici
Izici
Ningibek'amabala, ngamabala, ngamabala
Asikh' is'dingo sokuthi ningikhomb' izici
Izici
Ningibek'amabala, ngamabala, ngamabala
[Verse 6]
Ungaluyek'unyawo lwami
Lushelele Baba
Izitha zami ziyojabula ngokufa kwami
Ungaluyek'unyawo lwami
Lushelele Baba
Izitha zami ziyojabula ngokufa kwami
Bangibeka amabala, ngamabala, ngamabala
Bangibek'izici, izici
Asikh' is'dingo sokuthi ningikhomb' izici
Izici
Ningibek'amabala, ngamabala, ngamabala
[Verse 7]
Asikh' is'dingo sokuthi ningikhomb' izici
Izici
Ningibek'amabala, ngamabala, ngamabala
Amabala, ngamabala, ngamabala, ngamabala
[Outro]
Ningibek' izici
Ningibek' izici
Anideli na, anideli na
Ningcofana nami
Ningcofana nami
Ningibek' izici, zici
Written by: Gift Selaelo Morukhuladi, Nompumelelo Claudia Mzobe

