album cover
Hambe
album cover
Hambe 由 Universal Music (Pty) Ltd. 於 2024年10月11日發行,收錄於專輯《Hambe - Single》中
2024年10月11日
標籤Universal Music (Pty) Ltd.
BPM89
旋律
原聲音質
Valence
節奏感
輕快

歌詞

[Intro]
Yena uyang'hlula man
Yena uyang'lahla man
Ngithi mina ngithi ng'yamyek' umfana
Ngek' ang'size lana
[Verse 1]
Ngithi uyang'hlula man
Yena uyang'lahla man
Ngithi mina ngithi ngamyak' umfana
Ngek' ang'size lana
[Verse 2]
Khalile ezonyembezi
Abazali balinde
Sulile zonyembezi
Intwana zase khaya zilindile
[Verse 3]
Ngicel'uhambe uhambe
Ngob'impilo yethu aying'yisi ndawo
Ngicel'uhambe uhambe
Ngoba uthando lwethu alungisi ndawo
[Verse 4]
Esami is'fiso
Esami is'fiso
Ukuthi bas'bone sibaqed'umona
Lona al'sekho uvalo, al'sekho uvalo
Heh alisafun' ukusola
[Verse 5]
Khalile ezonyembezi
Abazali balinde
Sulile zonyembezi
Intwana zase khaya zilindile
[Verse 6]
Ngicel'uhambe uhambe
Ngob'impilo yethu aying'yisi ndawo
Ngicel'uhambe uhambe
Ngoba uthando lwethu alungisi ndawo
[Verse 7]
Eh laph'ekhona mawungekho khona
Awung'yasokola awungiyagodola eh ngiyagodola
Ngisacel'ukubona sith'ukhuluma
Ah ngiyasokola, eh ngiyagodola, eh ngiyagodola
[Verse 8]
Ngicel'uhambe, uhambe
Ngob'impilo yethu aying'yisi ndawo
Ngicel'uhambe, uhambe
Ngoba uthando lwethu alung'yisi ndawo
[Outro]
Lomfana uyangithanda
Lomfana uyangithanda
Asiye le, siye le, siye le ohhh
Lomfana uyangithanda
Lomfana uyangithanda
Asiye le, siye le, siye le ohhh
Written by: Abiola Timilehin Tobun, Gugu Nkatha, Hubert Batundi Muisha, Sihle Sithole, Sindiswa Nhlapo
instagramSharePathic_arrow_out􀆄 copy􀐅􀋲

Loading...