Lyrics

Mina angeke sthandwa sami (Ngikhone ukuphila ngaphandle kwakho) Nawe angeke mtakwethu (Ukhone ukuphila ngaphandle kwami) Ngoba mina nawe sinyanda enye Sinyembe enye mtakwethu (akekho muntu ozosihlukanisa) Sinyembe enye mtakwethu (akekho muntu ozosihlukanisa) (Ayaya yay a ya hey) Mina ngiyohlal' ngibambelele kuwe Nawe uyohlal' ubambelele kimi Ngoba sinje sinjena Sinje sinyanda enye Uthando lwethu ngeke Lize luchithwe ngomunye muntu Ungowami ngingowakho Uthando lwethu ngeke Lize luchithwe ngomunye muntu Ungowami ngingowakho Mina angeke sthandwa sami (Ngikhone ukuphila ngaphandle kwakho) Nawe angeke mtakwethu (Ukhone ukuphila ngaphandle kwami) Ngoba mina nawe sinyanda enye Sinyembe enye mtakwethu (akekho muntu ozosihlukanisa) Sinyembe enye mtakwethu (akekho muntu ozosihlukanisa) (Ayaya yay a ya hey) Mina ngiyohlal' ngibambelele kuwe Nawe uyohlal' ubambelele kimi Ngoba sinje sinjena Sinje sinyama enye Uthando lwethu ngeke Lize luchithwe ngomunye muntu Ungowami ngingowakho Uthando lwethu ngeke Lize luchithwe ngomunye muntu
Writer(s): Daniel Tshanda Lyrics powered by www.musixmatch.com
instagramSharePathic_arrow_out