Lyrics

Selewewe, uyeh, iyeh, eh Sewewe, selewe, weh Selewewe, uyeh, iyeh Beng'semakudeni, semakudeni Langibiz' ithongo lami Beng'semakudeni maa, semakudeni Langibiz' ithongo lami Lathi ang'buyele ekhaya, ng'buyele ekhaya Ziyang'ding' ingane zami Lathi ang'buyele ekhaya madoda Ng'buyele ekhaya Ziyang'ding' ingane zami Beng'semakudeni, (semakudeni) semakudeni Langibiz' ithongo lami Beng'semakudeni maa, (semakudeni) semakudeni Langibiz' ithongo lami Lathi ang'buyele ekhaya, (ng'buyele ekhaya) ng'buyele ekhaya Ziyang'ding' ingane zami Lathi ang'buyele ekhaya, (ng'buyele ekhaya) ng'buyele ekhaya Ziyang'ding' ingane zami Hheyi, wena Themba Uyakhumbul' ukuthi wathini la? Kad' usuka la ekhaya Uhamb' uy' eGoli uthi uyozama bo Wasitshel' ukuthi Wena uzohamba uzobuya mak'phel' inyanga Yaphel' inyanga Zange wabuya namanje sisakulindile Ziyakhal' ingane zakho Themba bo Ziyakhal' ingane zakho Ngicela ubuye sisak'lindile Beng'semakudeni, semakudeni Langibiz' ithongo lami Beng'semakudeni maa, semakudeni Langibiz' ithongo lami Lathi ang'buyele ekhaya, ng'buyele ekhaya Ziyang'ding' ingane zami Lathi ang'buyele ekhaya madoda, ng'buyele ekhaya Ziyang'ding' ingane zami Beng'semakudeni, (semakudeni) semakudeni Langibiz' ithongo lami Beng'semakudeni maa, (semakudeni) semakudeni Langibiz' ithongo lami Lathi ang'buyele ekhaya, (ng'buyele ekhaya) ng'buyele ekhaya Ziyang'ding' ingane zami Lathi ang'buyele ekhaya, (ng'buyele ekhaya) ng'buyele ekhaya Ziyang'ding' ingane zami Ngob' ukufa kudla fumuka kudle silaza nje We Themba, we Themba, uzobuya nini wena? Ng'yabuza, uzobuya nini la? Mmh, ng'yabuza Ngoba wahamba la ekhaya washiya yikini Wahamba wayohlala nentombi Yak'thath' intombi yak'shuthek' eGoli Yak'shiya ungenalutho We Themba, we Themba, siyak'dinga kini We Themba, ah, we Themba, ah-ah-ah Beng'semakudeni, semakudeni Langibiz' ithongo lami Beng'semakudeni maa, semakudeni Langibiz' ithongo lami Lathi ang'buyele ekhaya, ng'buyele ekhaya Ziyang'ding' ingane zami Lathi ang'buyele ekhaya madoda, ng'buyele ekhaya Ziyang'ding' ingane zami Beng'semakudeni, (semakudeni) semakudeni Langibiz' ithongo lami Beng'semakudeni maa, (semakudeni) semakudeni Langibiz' ithongo lami Lathi ang'buyele ekhaya, (ng'buyele ekhaya) ng'buyele ekhaya Ziyang'ding' ingane zami Lathi ang'buyele ekhaya, (ng'buyele ekhaya) ng'buyele ekhaya Ziyang'ding' ingane zami
Writer(s): Lindokuhle Mqobi Msimango Lyrics powered by www.musixmatch.com
instagramSharePathic_arrow_out